1 00:00:11,834 --> 00:00:14,126 Kulungile 2 00:00:14,209 --> 00:00:15,626 Mama K! 3 00:00:15,709 --> 00:00:19,126 Yebo, nawe usuyazi Kunye, kubili, kuthathu, kune, asambe 4 00:00:19,209 --> 00:00:24,209 Siqhqmuka eLSK ungabheja, asidlali Odadewethu, abangani bami siyabangena 5 00:00:24,293 --> 00:00:28,584 Futhi uyazi sinamandla Noma yini esiyiphuphayo ingeyethu 6 00:00:28,668 --> 00:00:32,918 Yini ezayo, yini ehambayo, ekse Asihlali sdalo endleleni yethu 7 00:00:33,001 --> 00:00:37,626 Asizile ukuzodlala, asidlali Uzolazi igama lethu 8 00:01:08,959 --> 00:01:13,834 Lona nguGeoffrey waseZambia News ubika ezansi kwedolobha eLusaka, 9 00:01:13,918 --> 00:01:18,209 abasebenzi baqedile ngokuthuthukisa eLusaka esiteshini sama-solar anamandla. 10 00:01:18,293 --> 00:01:20,918 NeKafue Dam kanye neKatete Wind Farm ingaphansi kokulungiswa. 11 00:01:21,001 --> 00:01:25,043 AmaLusakans axakekile ngamandla esolar okudlula konke. 12 00:01:25,668 --> 00:01:30,543 Okudlula konke? Kumele senze okuthile ngalokho. 13 00:01:30,626 --> 00:01:32,251 OSisakhuluma ngama-solar anamandla, 14 00:01:32,334 --> 00:01:36,251 i-vlogger edumile uSunny waseThe Block ubesengozini yokuzishaya ngogesi 15 00:01:36,334 --> 00:01:38,501 ezama ukweba amandla elanga. 16 00:01:38,584 --> 00:01:42,376 Njengoba uSunny ethathiwe wasiwa eWadi Yezifo Zengqondo Ezigebengwini eLusaka, 17 00:01:42,459 --> 00:01:45,126 umemezele umlayezo obalulekile kubantu, 18 00:01:46,126 --> 00:01:48,293 "Ukuhamba kukagesi kuholela ekutheni ubenezinwele ezimbi!" 19 00:01:49,834 --> 00:01:52,459 Uqinisile impela, Sunny. Uqisile impela. 20 00:01:54,209 --> 00:01:55,584 Whicka-whicka-whicka yini? 21 00:01:57,126 --> 00:02:02,626 Lalela, ngidinga ungoitholele amaphanela elanga. Amaphanela amaningi. 22 00:02:02,709 --> 00:02:04,334 Uma kungamaphanela owadingayo. 23 00:02:04,418 --> 00:02:06,126 Ngizokutholela ngokushesha. 24 00:02:06,209 --> 00:02:07,543 IChipata Solar Factory. 25 00:02:07,626 --> 00:02:09,584 Kumele anelise kakhulu. 26 00:02:09,668 --> 00:02:13,168 Ngidinga ke ungiyele eLusaka eSibhedlela Sengqondo, 27 00:02:13,251 --> 00:02:15,959 ebese ucosha i-vlogger ebaluleke kakhulu. 28 00:02:16,043 --> 00:02:19,209 Ngiyacabanga unekusasa eliqhakazile. 29 00:02:25,084 --> 00:02:30,751 Komana! Mr. Mwiinga! Ngiyakwamukela! Ngiyajabula ukwazile ukufika kusihlwa. 30 00:02:30,834 --> 00:02:33,418 Ngizizwa ngihloniphekile ukumenywa, Mnz. Magedzee. 31 00:02:33,501 --> 00:02:36,334 Umsebenzi wakho omuhle okulethe lana. 32 00:02:36,418 --> 00:02:41,418 Inguqulo yokugcina yedivayisi yokuthwebula ikhabhoni enikwa amandla elanga yinhle. 33 00:02:41,501 --> 00:02:43,543 Ukugijima okuluhlaza, ukukhiqiza okuluhlaza. 34 00:02:43,626 --> 00:02:47,751 Kuyiqiniso. Akekho ofanelwe ilokhu okudlula wena mwanangu. 35 00:02:47,834 --> 00:02:49,168 Ubunqondonqondo obakwempela. 36 00:02:49,251 --> 00:02:52,584 Yingakho ngijabule kakhulu ukukwenza 37 00:02:52,668 --> 00:02:57,418 omunye wabamukeli beYoung Geniuses Scholarship Program yami. 38 00:02:57,501 --> 00:02:59,168 Ngiyakuhalalisela, Komana. 39 00:02:59,251 --> 00:03:00,626 Ngiyabonga, Mnz. Magedzee. 40 00:03:00,709 --> 00:03:05,751 Lomfundazwe impela uzokusiza ube umsunguli ozayo oncomekayo waseLusaka. 41 00:03:05,834 --> 00:03:07,918 Indodakazi yami izoqhubeka ikuhlabe umxhwele, 42 00:03:08,001 --> 00:03:11,126 ngomsebenzi wakhe onzima nobuhlakani, Mnz. Magedzee. 43 00:03:11,834 --> 00:03:13,293 Ngiyazi uzokwenza. 44 00:03:13,376 --> 00:03:17,418 Angisakwazi ukulinda kufike ukusungulwa okunye okuyizinqazivele. 45 00:03:18,251 --> 00:03:20,168 Ukusungulwa kwe-ground breaking ezayo? 46 00:03:24,793 --> 00:03:29,626 Kuqala ukubamba maphanela, ebese intokazi. Maduzane iLusaka izoba mnyama kakhulu 47 00:03:30,709 --> 00:03:32,918 Ucabanga ukuthi wenzani, Snap Back? 48 00:03:34,126 --> 00:03:36,418 T.O.M.I., vula abavimbeli be-rap ababi. 49 00:03:36,501 --> 00:03:38,501 Abavimbeli be-rap ababi bayasebenza. 50 00:03:38,584 --> 00:03:40,751 Lalelani, mantombazane, misani ukuhlasela kwenu 51 00:03:40,834 --> 00:03:43,543 uma ngingawatholi amaphaneli kuzoba inkinga. 52 00:03:43,626 --> 00:03:45,543 Ngiyaxolisa, Snap, siyivimbile i-rap yakho. 53 00:03:45,626 --> 00:03:48,251 Kuzomele sithathe lawo maphaneli elanga. 54 00:03:49,293 --> 00:03:51,293 T-Mlilo ebyu byu, 55 00:03:51,376 --> 00:03:53,001 ulahlela imilolozelo. 56 00:03:53,501 --> 00:03:56,376 Manje asilahle isigqi ngoba iskhathi sempi. 57 00:04:04,251 --> 00:04:07,168 Yo! Ukahle? 58 00:04:11,834 --> 00:04:15,001 Hey, Za-Mpezi, hey, ntombazane yini ndaba ungabi isixuku sami? 59 00:04:15,084 --> 00:04:17,876 Khona ngizoqhubeka nokweba ngiphinde ngiqedele umsebenzi. 60 00:04:21,043 --> 00:04:24,501 Yekela uSnap Back ebe. Aphinde aqedele umsebenzi. 61 00:04:25,168 --> 00:04:26,959 USnap Back uyabaleka. 62 00:04:28,584 --> 00:04:31,709 Ima! Za-Mpezi, yithi. 63 00:04:32,251 --> 00:04:35,293 Uthwetshulwe nguSnap Back nge-rap embi. 64 00:04:36,043 --> 00:04:37,876 Za-Mpezi! 65 00:04:44,501 --> 00:04:45,668 Ukahle? 66 00:04:50,501 --> 00:04:51,459 Kwenzakaleni? 67 00:04:52,376 --> 00:04:56,168 Ngiyabonga ngokwenza lokhu kube umoya umphathi, unezinhlelo ezinkulu ngakho. 68 00:05:10,751 --> 00:05:12,334 Muntu wanga, ulana. 69 00:05:13,001 --> 00:05:14,501 Usebenza nangeskhathi sesidlo sasemini, Komana? 70 00:05:16,834 --> 00:05:18,084 Hey, yini ekuvutaling? 71 00:05:18,168 --> 00:05:20,876 Hee musa, angiphumelelanga empini kuphela, 72 00:05:20,959 --> 00:05:23,959 kodwa uMnu. Magedzee uthi ufuna ukubona ukusungula kwami okulandelayo. 73 00:05:24,043 --> 00:05:26,043 -Kodwa uqeda ukuthola umfundazwe. -Ngiyazi. 74 00:05:26,126 --> 00:05:30,418 kodwa ukusigcina, kumele ngakhe okuthile okuyinqazivele. 75 00:05:30,501 --> 00:05:33,209 -Kumele kube yini? -Amandla elanga angabizi awabantu. 76 00:05:33,293 --> 00:05:35,918 Kodwa anginaso isikhathi sokugxila ngoba… 77 00:05:36,001 --> 00:05:37,751 Impilo yakhe ilokho ikumele endleleni? 78 00:05:39,209 --> 00:05:40,043 Manje? 79 00:05:40,126 --> 00:05:40,709 Yini? Ikilasi lobuciko. 80 00:05:42,168 --> 00:05:44,043 Mhlampe ukuphazamiseka kuzokulungela. 81 00:05:44,126 --> 00:05:46,168 Angikudingi ukuphazamiseka. 82 00:05:47,418 --> 00:05:49,668 -Kulungile, ungayi ke eklasini lobuciko. -Ngingayi eklasini? 83 00:05:51,209 --> 00:05:53,126 -Ngibukeka njengoTemwe? -Uxolo. 84 00:05:54,876 --> 00:05:56,043 Ngilana. 85 00:05:57,126 --> 00:05:58,459 Namhlanje. 86 00:06:11,959 --> 00:06:17,668 Manje, ngifuna ukubona ukuzimisela ebucikweni benu. Gubha ekujuleni komoya. 87 00:06:17,751 --> 00:06:21,709 Vumela inhliziyo yakho yophela ephepheni lakho. 88 00:06:21,793 --> 00:06:24,918 Kodwa sizazilungiselela imibuthano. 89 00:06:26,209 --> 00:06:28,876 Ubuciko buwubungqabavu. Ubuciko buyimpilo. 90 00:06:28,959 --> 00:06:33,209 Zidonsele emalahleni ashisayo ukuze uzoshisa ukhiphe ubukhono bakho, 91 00:06:33,293 --> 00:06:36,668 kanye nasemhlabeni ukuze ukugqolozele. 92 00:06:38,334 --> 00:06:39,168 Mwiinga! 93 00:06:39,251 --> 00:06:41,251 Ungathuki, . Nksz. Tembo. Sengiqedile. 94 00:06:41,334 --> 00:06:45,751 Ingabe u-Agnes Buya Yombwe uchithe upenda wase eqeda ngokosuku? 95 00:06:45,834 --> 00:06:47,709 Bese ehamba eyezitolo? 96 00:06:47,793 --> 00:06:51,834 Cha! Usokolile ebucikweni bakhe. 97 00:06:51,918 --> 00:06:53,376 Njengoba nawe kumele wenze. 98 00:06:53,459 --> 00:06:55,584 Ngikholwe, ngidonsa kanzima. 99 00:06:56,834 --> 00:07:00,376 "Ukugqugquzeleka bobuciko kusukela ezinsukwini Zonke Zempilo." 100 00:07:00,459 --> 00:07:03,834 Lona umsebenzi wethu obalulekile wonyaka. 101 00:07:03,918 --> 00:07:04,751 Gubhani kakhulu. 102 00:07:04,834 --> 00:07:09,334 Ube neqiniso kuwe. Ngilindele ikhulu lamaphesenti. 103 00:07:10,209 --> 00:07:11,084 Gubha kakhulu? 104 00:07:11,626 --> 00:07:13,126 Kuphi? Kanjani? 105 00:07:13,209 --> 00:07:14,084 Tagu. 106 00:07:15,626 --> 00:07:17,876 Yo, Mphathi, Sunny waseBlock. Usejoyine iqembu 107 00:07:17,959 --> 00:07:20,668 futhi ngiwatholile amaphaneli elanga. Mayelana nohlelo lakho olukhulu. 108 00:07:20,751 --> 00:07:22,876 Letha konke kimi. 109 00:07:22,959 --> 00:07:26,084 Isikhathi sale-vlogger ithole amandla. 110 00:07:34,626 --> 00:07:37,293 Uselayinini wabenza inkinga? Komana, kanjani? 111 00:07:37,376 --> 00:07:38,584 Sawubona, Temwe. 112 00:07:38,668 --> 00:07:41,876 -Uzobona uMnz. Nkwashi nawe? -Ngihlala lana. 113 00:07:43,418 --> 00:07:47,668 Wenzeni? Weqe ikilasi? Ulale eklasini ezibalweni futhi? 114 00:07:47,751 --> 00:07:52,293 Ima! Ingabe ufake isibotho kwilokha ngezandla zakho, eziqinile, ezithukuthele? 115 00:07:52,376 --> 00:07:53,876 Pepe! Akukho okukanjalo. 116 00:07:53,959 --> 00:07:54,959 Udla ukudla kathisha? 117 00:07:55,043 --> 00:07:58,126 IGraffiti endaweni yesikole? Ukukhuluma emuva usuku lonke? 118 00:07:58,834 --> 00:08:00,043 Cha! 119 00:08:00,126 --> 00:08:04,209 Uzele ini lana, kanshi? Abantu bafuna ukwazi, mune! 120 00:08:05,293 --> 00:08:07,126 Ngifuna ukuyeka iklasi lobuciko. 121 00:08:09,918 --> 00:08:11,834 Yebo, mnumzane. Sengiyilungisele inkulumo. 122 00:08:11,918 --> 00:08:13,334 Ngingayisebenzisa i-projector yakho? 123 00:08:15,793 --> 00:08:18,668 Ngiyabonga, mnumzane. Manje, mayelana nombiko weUNESCO, 124 00:08:18,751 --> 00:08:23,584 bangu-35% kuphela abafundi beSTEM bemfundo ephakeme jikelele besifazane. 125 00:08:23,668 --> 00:08:27,584 Bese e-Africa, ulwazi luyasabeka. 126 00:08:27,668 --> 00:08:30,918 Izifundo ziyatshengisa ukuthi amantombazane abhekana nenselelo eningi. 127 00:08:31,001 --> 00:08:34,751 Okwenza kubenzima ukuthi benze kahle kwisayensi nakubuchwepheshe. 128 00:08:35,334 --> 00:08:36,918 Lokhu kungisa kwezobuciko. 129 00:08:37,418 --> 00:08:40,168 Akubalulekile futhi ekugcineni kuyingozi 130 00:08:40,251 --> 00:08:42,793 kuzinhlelo zami ezivele zigcwele. 131 00:08:42,876 --> 00:08:44,126 Kanjani, uyazibuza? 132 00:08:45,293 --> 00:08:48,168 Kunahora angamashumi nambili nane ngosuku, amahora ayisishiyaga lombili okulala, 133 00:08:48,251 --> 00:08:52,168 amanye amahora amabili okunyakaza, amanye ayisikhombisa aseskoleni, 134 00:08:52,251 --> 00:08:54,626 amathathu omsebenzi wasekhaya, imizuzu engamashumi amane nanhlanu okudla, 135 00:08:54,709 --> 00:08:57,168 imizuzu engamashumi amabili okuzikhulula ngasese, ngibala nokugeza. 136 00:08:57,251 --> 00:09:00,376 Lokho kungishiyela amahora angaphansi kwamathathu okwenza umsebenzi ongaphandle. 137 00:09:00,459 --> 00:09:03,918 Anginaso isikhathi sokudela iklasi lamaciko. 138 00:09:04,001 --> 00:09:07,168 Ngokuqinisekile wena, indoda yobuhlakani… 139 00:09:08,584 --> 00:09:09,418 Mnumzane! 140 00:09:09,959 --> 00:09:13,709 Yini? Yini uphazamisa impilo yami ngalemfundiso? 141 00:09:13,793 --> 00:09:15,918 Usho ukuthi, uzongivumela ngiyeke ikilasi lobuciko, mnumzane? 142 00:09:16,001 --> 00:09:18,001 Cha. Iyadingeka uma uthweswa iziqu. 143 00:09:18,084 --> 00:09:21,293 Kodwa, mnumzane, ngeke ngiphumelele ngamalengiso eklasini lamaciko. 144 00:09:21,376 --> 00:09:25,584 Ukuhlolwa kwami okuningi, umfundazwe, ukugulwa kwe-groundbreaking. 145 00:09:25,668 --> 00:09:30,001 Yonke into izobe " idonselwe emalahleni ishiswe" kungabi lutho. 146 00:09:30,084 --> 00:09:32,959 Ufuna ukumosha impilo yami? Mnumzane? 147 00:09:33,543 --> 00:09:35,834 Manje kunani mangabe ungaphumeleli ngamalengiso? 148 00:09:36,834 --> 00:09:39,293 Ngiyathemba uma uthola ukufaneleka, ngeke ukuphelele umhlaba. 149 00:09:39,376 --> 00:09:44,626 Ukufa… Ukufaneleka? Usho lokhu okuhlala ngaphansi komehluko? 150 00:09:45,626 --> 00:09:49,293 Ulunge kakhulu ukuthola ukufaneleka? Mhlampe iklasi lamaciko lizokwehlisa. 151 00:09:50,043 --> 00:09:52,334 Lendoda. Mnumzane. 152 00:09:54,376 --> 00:09:57,334 Ubani olandelayo? Koba ncono kube into ejwayelikile kulokhu. 153 00:09:59,668 --> 00:10:01,376 -'Nazo? -Okujwayelekile? 154 00:10:02,918 --> 00:10:04,293 Uyazi ngenza kanjani. 155 00:10:07,334 --> 00:10:09,834 Basa, ngaba usenzile isivumelwano. 156 00:10:09,918 --> 00:10:13,126 Uyazi ukuthi umfundazwe ubaluleke kangakanani kimi. 157 00:10:13,626 --> 00:10:16,626 UTemwe uqinisile, leyandoda ikhohlakele. 158 00:10:16,709 --> 00:10:17,959 Ubunzima bakho lobo? 159 00:10:18,043 --> 00:10:22,001 Awubazi ubunzima. Nabu ubunzima! 160 00:10:22,084 --> 00:10:24,959 Ukujeziswa kobugebengu obenzile. 161 00:10:25,751 --> 00:10:28,084 Lokhu kuwubugengu bangempela. 162 00:10:28,168 --> 00:10:29,918 Iwe, ukuhamba kukagesi kuyenzeka. 163 00:10:30,001 --> 00:10:32,293 Ucabanga ukuthi ngingagqokela ebumnyameni. 164 00:10:32,376 --> 00:10:35,376 Njalo mangizama uku-ayina lokhu, ugesi uyahamba. 165 00:10:35,459 --> 00:10:39,501 Sisakhuluma ngobumnyama, isikhathi sesomiso. Yini kubukeke engathi lizona. 166 00:10:39,584 --> 00:10:41,834 UStorm Drain udlala ngesimo sezulu? 167 00:10:41,918 --> 00:10:42,709 Ngithumela isithombe kuMama K. 168 00:10:43,709 --> 00:10:48,543 Ngiqedile! Asaphumeni la, ndoda. I-tag yokugcina kuTemwe omkhulu. 169 00:10:48,626 --> 00:10:52,084 Iye ka Temwe, usiqedile isijeziso sakho. 170 00:10:52,168 --> 00:10:52,959 Ufuna okunye? 171 00:10:53,043 --> 00:10:53,959 Yeyi! 172 00:10:54,668 --> 00:10:56,793 Ngiyacabanga ngingayithola indlela yokwenza inhloso kabusha. 173 00:10:56,876 --> 00:11:00,626 Emva ngokuthola ukuthi kwenziwa kanjani ubuciko bube uku "gqugquzelwa impilo" 174 00:11:00,709 --> 00:11:03,709 Uma ukugqugquzela bobuciko ibona obudingayo, ungabe usabheka kude. 175 00:11:03,793 --> 00:11:06,751 Hhayi kabi, kodwa ngicabanga ukuthi ngidinga usizo kuchwepheshe. 176 00:11:06,834 --> 00:11:08,293 Ini? Nginguchwe-- 177 00:11:09,376 --> 00:11:11,584 Ngiyamazi uchwepheshe kwezobuciko. 178 00:11:12,418 --> 00:11:13,584 Ubani? 179 00:11:21,001 --> 00:11:21,834 Yeeshi. 180 00:11:23,959 --> 00:11:27,834 Yini ndaba uKomana engaboni ukuthi uChipo uyamthanda? 181 00:11:27,918 --> 00:11:29,751 Awe. Akazi. 182 00:11:33,168 --> 00:11:35,334 Sawubona, Komana. UZee uthe uyangidinga? 183 00:11:35,918 --> 00:11:37,501 Yebo, Chipo. Ngiyakudinga. 184 00:11:38,168 --> 00:11:39,334 Ungiqeqeshe kwezobuciko. 185 00:11:40,043 --> 00:11:41,459 Ngizwile ukuthi uhamba phambili. 186 00:11:42,376 --> 00:11:46,209 Inhliziyo yami, ishaya ngokulingana bese iyaqala. 187 00:11:46,293 --> 00:11:49,834 Ukwazi konke ucabanga ukuthi uChipo ulungile. 188 00:11:49,918 --> 00:11:51,626 Ngizizwa ngihloniphekile, Komana. 189 00:11:52,126 --> 00:11:55,751 Kulungile. Ngizama ukuthola ukugqugquzeleka kwami kwezobuciko. 190 00:11:55,834 --> 00:12:00,501 Kuyahlekisa ukuthi ehlekisa kwayena engafuna ukuhlekiswa? 191 00:12:01,043 --> 00:12:04,668 Yini enga gqugquzela kakhulu ukudlula ukugqugquzela okunguye? 192 00:12:05,376 --> 00:12:07,918 Kulungile, noma ikuphi la akhona, angimtholi. 193 00:12:08,668 --> 00:12:11,793 Unganaki. Awuthi ngibone eminye yemsebenzi yakho. 194 00:12:13,751 --> 00:12:16,043 Ngilethe incwadi yokudweba okungeyona. 195 00:12:16,709 --> 00:12:18,918 Asikhulume ngabo ubuciko okungenani. 196 00:12:19,501 --> 00:12:21,584 Kulungile, manje yini ekugqugquzelayo? 197 00:12:21,668 --> 00:12:23,876 Ilanga, indlela akhanya ngayo. 198 00:12:24,376 --> 00:12:29,751 Ukunganaki, ukungaxoli, ukukhazimula futhi yena akakwazi lokho. 199 00:12:31,126 --> 00:12:34,001 Uthini, Chipo? Angiqondi. 200 00:12:34,084 --> 00:12:37,251 Ngiyaxolisa. Angiyichazi kahle lento. 201 00:12:37,334 --> 00:12:41,459 Ukuthi uhlakaniphe kakhulu. Manje… 202 00:12:41,543 --> 00:12:45,793 Manje ini? Uma ngihlakaniphile, yini ndaba ngingagqugquzeleki ukwenza ubuciko? 203 00:12:45,876 --> 00:12:48,876 Ngigqugquzelwa isayensi? Akunankinga. Ngiyayithola isayensi. 204 00:12:48,959 --> 00:12:53,626 Lezinzinto zobuciko azingeni ekhanda. Angeke ngize ngikuthole ukugqugquzeleka. 205 00:12:53,709 --> 00:12:56,751 Ngeke ngiphumelele ngamalengiso. Ngeke ngiwuthole umfundazwe, 206 00:12:56,834 --> 00:13:01,084 futhi ngeke ngikwazi ukwenza ukusungula okuhle. 207 00:13:01,168 --> 00:13:03,376 Ngeke! 208 00:13:07,668 --> 00:13:08,501 Ndalumba. 209 00:13:08,584 --> 00:13:11,001 Ngiyabonga ngokuzama ukungisiza, Chipo. Kumele ngihambe. 210 00:13:13,959 --> 00:13:16,459 Manje, lokho bekugqugquzela, yini? 211 00:13:16,543 --> 00:13:20,626 Cha! Ngiqedile! Ngiqedile ngizinto zobuciko. Asiyeni eHQ. 212 00:13:21,376 --> 00:13:23,209 Akazi lutho. 213 00:13:26,793 --> 00:13:29,584 Mantombazane, lesi isthombe engisithunyelwe uKomana kamuva. 214 00:13:29,668 --> 00:13:33,168 Futhi le umdlalo we-drone yamanje. 215 00:13:33,251 --> 00:13:34,959 Akusuye uStorm Drain owenza lokhu. 216 00:13:35,043 --> 00:13:36,501 Ngomunye umuntu. 217 00:13:36,584 --> 00:13:38,209 -Ini? Kanjani? -Umuntu? 218 00:13:38,293 --> 00:13:41,459 Lo okunguye, kumele nindize niyephezulu nibhekane naye manje. 219 00:13:41,543 --> 00:13:44,376 Akusiye owesifazane kuphela osithe ilanga, 220 00:13:44,459 --> 00:13:47,668 umise iLusaka ukuthi ingawatholi amandla elanga eziteshini. 221 00:13:48,793 --> 00:13:49,751 Kahle ngesikhathi. 222 00:13:49,834 --> 00:13:52,043 Ijeneretha yokusiza iyezasebenza. 223 00:13:52,126 --> 00:13:54,293 Siyabonga, T.O.M.I. Gijimisa umlayezo wenhlekelele. 224 00:13:56,584 --> 00:14:00,501 Yeyi, awuzange uthi uSnap Back ubeyeba amaphaneli elanga? 225 00:14:00,584 --> 00:14:04,376 USnap Back uthe, "Qala uthathe amaphanela, bese owesifazane." 226 00:14:04,959 --> 00:14:08,293 -Engaba inxenye yecebo. -Kumele simuvimbe. Ngokushesha! 227 00:14:08,376 --> 00:14:11,918 Ima! Sizofika kanjani mina noKomana lapha phezulu? 228 00:14:12,001 --> 00:14:13,334 Izithuthi zethu azindizi. 229 00:14:13,418 --> 00:14:15,876 Kumele sicabange okuthile ngokushesha. 230 00:14:17,001 --> 00:14:21,001 Sisanawo ama-nanolocusts esawagcina sihlasela Izinkonyane. 231 00:14:23,168 --> 00:14:27,209 Lama-robobugs awokuthuthukisa okukhulu. 232 00:14:30,584 --> 00:14:34,251 Yebo! I-Upcycling yesigebengu indiza ngokusezingeni. 233 00:14:34,751 --> 00:14:35,793 Siyenzile! 234 00:14:37,584 --> 00:14:40,709 Uyaphansi, mvimbi welanga. 235 00:14:51,209 --> 00:14:53,293 Mantombazane, nisondele ngokuqaphela. 236 00:15:00,126 --> 00:15:02,043 Uyabhala? 237 00:15:03,709 --> 00:15:07,834 -Isudu yakhe ihlangene ne-disc. -Asikhulumeni naye kahle futhi… 238 00:15:07,918 --> 00:15:13,293 Anti, Kungani uvimbe ilanga? 239 00:15:13,376 --> 00:15:18,043 Yebo, balandeli bam'! Ingoba ngingi-Sunblock. 240 00:15:21,709 --> 00:15:24,501 Kodwa siyalidinga ilanga. 241 00:15:24,584 --> 00:15:26,251 Ngokunjalo ne-vlog yami. 242 00:15:26,334 --> 00:15:32,043 Bambelelani ekukhanyeni kwami! 243 00:15:32,126 --> 00:15:35,751 Dadewethu, asikwazi ukubamba lutho. Kumnyama. 244 00:15:36,376 --> 00:15:37,751 Noma ngabe unguSunblock, 245 00:15:37,834 --> 00:15:44,418 olo sunscreen, olo SPF 50, nomangabe ungubani, sicela usuke. 246 00:15:46,209 --> 00:15:49,251 Noma ngabe ngingubani? Buka ngisocingweni! 247 00:15:49,334 --> 00:15:52,584 Konke engikubonayo la imininingwane ye-sunblock yokugcoba. 248 00:15:52,668 --> 00:15:55,959 Isiphukuphuku elangeni, kuhlezi kweba ukuduma kwami. 249 00:15:56,543 --> 00:15:58,168 Bhekani ikhasi elilandelayo. 250 00:15:59,001 --> 00:16:00,501 -Cha. -Elilandelayo. 251 00:16:01,168 --> 00:16:02,084 Angi… 252 00:16:02,668 --> 00:16:05,126 Kani. Ikhasi lesihlanu. 253 00:16:05,209 --> 00:16:10,584 Phakathi nendawo nolayini. @sunblockdivaaa no-3 A's. 254 00:16:11,959 --> 00:16:14,168 Yebo. Ekugcineni. 255 00:16:14,251 --> 00:16:17,334 "USunbblock uyakwazi ukudambisa amandla elanga." 256 00:16:17,418 --> 00:16:18,959 Kodwa kungani? 257 00:16:19,043 --> 00:16:20,168 Ngoba amanga a… 258 00:16:22,043 --> 00:16:23,543 angamandla! 259 00:16:24,876 --> 00:16:25,543 Cha! 260 00:16:28,918 --> 00:16:33,501 Yebo! Ningawangabazi amandla ami. 261 00:16:47,709 --> 00:16:48,543 Gada! 262 00:16:50,376 --> 00:16:52,043 K-Bongo! 263 00:16:53,793 --> 00:16:56,459 Ingozi! K-Bongo uzowa. 264 00:16:56,543 --> 00:16:58,001 -Cha! -Oh cha! 265 00:17:04,543 --> 00:17:08,543 Wamoshela mina uzovimbeka. 266 00:17:08,626 --> 00:17:11,126 Futhi hhayi ocingweni kuphela. 267 00:17:11,209 --> 00:17:13,459 Anti. Siyakuzwa. 268 00:17:13,543 --> 00:17:15,543 Kuhle! 269 00:17:15,626 --> 00:17:22,543 Manje, isikhathi sokubeka eminye imisebe bese ngihamba kakhulu! 270 00:17:30,001 --> 00:17:32,459 Ngamandla elanga asemuva kwakhe, unamandla kakhulu. 271 00:17:34,209 --> 00:17:37,418 Udonsela lonke idolobha amandla elanga uzenzela yena. 272 00:17:37,501 --> 00:17:41,834 T-Mlilo kulungile. K-Bongo, ikhona indlela esingenza ngayo sidonse amandla kuye 273 00:17:41,918 --> 00:17:43,959 besse siwuwatisela esiteshile? 274 00:17:44,876 --> 00:17:49,959 Yebo! Kodwa sidinga izintambo. Izintambo ezinigi. 275 00:17:57,376 --> 00:18:00,959 ukuqedela icircuit 276 00:18:01,959 --> 00:18:03,959 Ngiyathemba lokhu kuzosebenza. 277 00:18:04,043 --> 00:18:07,584 -Manje, yini okumele ngiyenze? -Lokhu okwenza kancono. 278 00:18:09,084 --> 00:18:11,543 Ukuthuthukiswa okuhle! Chwe. 279 00:18:12,834 --> 00:18:15,709 Akuqale ukumuncwa kamandla. 280 00:18:20,584 --> 00:18:22,959 Nibuyele esinye isijeziso, ngiyabona. 281 00:18:23,043 --> 00:18:26,168 Ngithemba nonke nivukile ekukhulumeni kwami. Whoop! 282 00:18:26,251 --> 00:18:29,584 -Awunabo abalandeli abaningi. -Yebo, nginabo. 283 00:18:32,876 --> 00:18:34,918 Ayewa Kani. Ayewa. 284 00:18:39,084 --> 00:18:41,418 Yeyi, Sun-blockhead. 285 00:18:42,001 --> 00:18:43,418 Ufunani? 286 00:18:43,501 --> 00:18:45,668 Unganamatheli kangaka ezintweni. 287 00:18:45,751 --> 00:18:49,168 Susa lezizinto kimi manje. 288 00:18:49,959 --> 00:18:51,584 Angizithandi. 289 00:18:51,668 --> 00:18:53,543 M-Kozo, manje! 290 00:18:57,876 --> 00:18:59,293 Yini le eniyenza kimi? 291 00:19:00,668 --> 00:19:03,084 Cha! 292 00:19:03,168 --> 00:19:06,751 Akusiyo indlela ebengifuna ukuduma ngayo le. 293 00:19:08,918 --> 00:19:11,834 Sithatha amandla owebile. 294 00:19:16,834 --> 00:19:18,084 Yebo! 295 00:19:18,918 --> 00:19:21,459 Angikaze ngibone iLusaka ikhanya kangaka. 296 00:19:21,543 --> 00:19:24,709 Ungasho ukuthi kuyagqugquzela? 297 00:19:33,334 --> 00:19:36,251 Yeyi! Ningakwenza kanjani lokhu? 298 00:19:36,334 --> 00:19:40,584 Maduzane ngathola amandla elangeni ngizonivimba futhi kwi-vlog yami. 299 00:19:41,793 --> 00:19:43,126 Ayi cha, angeke. 300 00:19:47,459 --> 00:19:48,459 Wena! 301 00:19:56,834 --> 00:20:01,126 Anikayiboni iSunblock yokugcina. Bekani i-vlog yami. 302 00:20:01,959 --> 00:20:05,876 Udinga ukubhekwa okwangempela, dadewethu. Akekho obukayo! 303 00:20:08,501 --> 00:20:12,543 Landela @sunblockdivaaa! 304 00:20:16,209 --> 00:20:18,584 -Yikho okwenzakalayo! -Sikwenzile! 305 00:20:20,043 --> 00:20:22,709 Team 4 kwi byu byu! 306 00:20:22,793 --> 00:20:26,501 Chabwino Ndithu, mantombazane! Nenze umsebenzi omuhle! 307 00:20:26,584 --> 00:20:28,459 Ngizolandela i-vlog yakhe.. 308 00:20:28,543 --> 00:20:29,418 Wena hayi! 309 00:20:33,084 --> 00:20:35,084 Ngiyabonga ukuthi ufike, Mnu. Magedzee. 310 00:20:35,168 --> 00:20:38,001 Angifuni ukunqaba ukubizwa kwakho, Nksz. Mwiinga. 311 00:20:38,084 --> 00:20:42,126 Ngizothanda ukwethula ibuciko bami obugqugquzelwe u… 312 00:20:42,209 --> 00:20:43,293 Ukufafaza ngopende. 313 00:20:43,376 --> 00:20:44,459 Cha! 314 00:20:44,543 --> 00:20:48,334 Isayensi. Kanye nokukhanya kwedolobha elihle laseLusaka. 315 00:20:49,334 --> 00:20:50,959 -Kuyancomeka. -Kuhle. 316 00:20:51,043 --> 00:20:55,334 Ukugqugquzeleka nokuzimisela kwami kunginike icebo ngakhiqize udwebo welanga, 317 00:20:55,418 --> 00:20:58,459 okungenza umphakathi kanye namandla kube kuhle. 318 00:21:01,459 --> 00:21:02,918 Wenze kahle! 319 00:21:03,001 --> 00:21:05,293 Umshado wesayensi nobuciko. 320 00:21:05,376 --> 00:21:09,043 Kuyisiqephu sobuciko obuhlakaniphile. 321 00:21:09,126 --> 00:21:12,626 Ngiyabonga, Chipo. Ubuciko obuhlakaniphile. Kuzwakala kahle lokho. 322 00:21:12,709 --> 00:21:15,251 Futhi ngithembe. Ngibusokolelile lobu buciko. 323 00:21:15,334 --> 00:21:19,251 Kodwa, mangizothola umehluko nje, ngizobe ngikahle. 324 00:21:20,043 --> 00:21:23,001 Lokhu kuhlolwa akunalo ibanga elithile. 325 00:21:23,084 --> 00:21:24,084 Akukho ibanga elithile? 326 00:21:24,168 --> 00:21:27,084 Ngikwanzwa kanjani ukugqugquzeleka kube nebanga? 327 00:21:27,168 --> 00:21:29,584 Engikucelayo nje ukuthi ufake umdlandla, 328 00:21:29,668 --> 00:21:32,376 futhi awuzange uphoxe, Komana. 329 00:21:32,876 --> 00:21:35,501 Akunabanga? Akunabanga. Akunabanga? 330 00:21:35,584 --> 00:21:39,709 -Phuma kukho, Komana. -Kodwa amalahle ashisayo. Ngisokolile! 331 00:21:41,293 --> 00:21:44,668 Ingabe lokhu kusungulwa kwe-groundbreaking bekwanele, Mnz. Magedzee? 332 00:21:44,751 --> 00:21:46,543 Ngingawugcina umfundazwe wami? 333 00:21:47,209 --> 00:21:49,668 Komana, Ngiyasaba awungizwanga kahle. 334 00:21:49,751 --> 00:21:51,876 Umfundazwe wakho uyohlezi ukhona. 335 00:21:51,959 --> 00:21:55,793 Futhi emuva kokubona lokhu, ngiyazi nginike umuntu okulungele. 336 00:21:55,876 --> 00:21:59,876 Ukusungula kwakho asiyo i-groundbreaking kuphela. Kuyagqugquzelisa. 337 00:21:59,959 --> 00:22:02,084 -Wenze kahle, sisi! -Intombazane yethu leyo. 338 00:22:02,168 --> 00:22:04,918 Komana, udwebi ohlakaniphile. 339 00:23:18,834 --> 00:23:21,751 Umbhalo ongezansi oka: Siphesihle Nkosi