1 00:00:11,834 --> 00:00:14,126 Kulungile 2 00:00:14,209 --> 00:00:15,584 Mama K! 3 00:00:15,668 --> 00:00:19,126 Yebo, nawe usuyazi Kunye, kubili, kuthathu, kune, asambe 4 00:00:19,209 --> 00:00:24,209 Siqhamuka eLSK ungebhaja asidlali Odadewethu, abangani bami, siyabangena 5 00:00:24,293 --> 00:00:28,543 Uyazi sinamandla Noma yini esiyiphuphayo ingeyethu 6 00:00:28,626 --> 00:00:33,043 Yini ezayo, yini ehambayo ekse Asihlali neze endleleni yethu 7 00:00:33,126 --> 00:00:37,626 Asizile ukuzodlala, asidlali Uzolazi igama lethu 8 00:01:17,543 --> 00:01:18,959 Ayibo, Chomps. 9 00:01:24,501 --> 00:01:27,459 Ayibo, Mama K. Uyakuphi namuhla? 10 00:01:27,543 --> 00:01:30,293 -Endaweni yokuziqeqesha? -Oh, ekuqeqesheni?. 11 00:01:30,376 --> 00:01:35,334 Uxolo, mantombazane. Umngani wami uChi udinga uncedo lwam'khona manje. 12 00:01:35,418 --> 00:01:38,709 -Singezi ukuzokusiza? -Ayi mantombazane anikwaz ngob… 13 00:01:45,459 --> 00:01:48,126 UChi uyagula . 14 00:01:48,209 --> 00:01:50,543 Ayibo uphethwe yini? 15 00:01:51,376 --> 00:01:54,793 Akaguli kakhulu ukuthi ngidinga ukumbona nje. 16 00:01:58,418 --> 00:02:00,501 Ngizobuya ntambama, niyezwa? 17 00:02:01,959 --> 00:02:05,126 Uyazi angikwaz ukuhamba nawe Chomps. 18 00:02:05,209 --> 00:02:08,001 Ngobani, Mama K? UBa Chi akazithandi izilwane? 19 00:02:09,001 --> 00:02:10,709 Into ethi ayibe njalo nje. 20 00:02:11,209 --> 00:02:15,709 Ungahlala kanjani nje ungabuthandi ubuso obuhle kangaka? 21 00:02:21,709 --> 00:02:22,709 Yeyi. 22 00:02:22,793 --> 00:02:25,626 Ukuziqeqesha kwanamuhla ukunakekela u Chomps. 23 00:02:25,709 --> 00:02:28,459 -Yebo? -Kuyinto ekhona ukulwa no poop pallets? 24 00:02:28,543 --> 00:02:31,376 -Mana! Luthini uhlelo lwakhe? -Ngabe kumele simuqede ikelemu? 25 00:02:31,459 --> 00:02:33,209 Angakwazi ukudla ama-chips ekuseni? 26 00:02:34,043 --> 00:02:36,251 Makwenzeka eba nesithukuthezi noma umzwagedwa? 27 00:02:36,334 --> 00:02:38,168 Mantombaza, kumele ngihambe. 28 00:02:38,251 --> 00:02:40,959 UT.O.M.I. uzobe engasebenzisa ilanga lonke uyabuyekeza. 29 00:02:42,126 --> 00:02:44,168 Uma kukhona okungeke kuhambe kahle? 30 00:02:44,834 --> 00:02:48,209 Ngiyanethemba ekutheni nizokulungisa mantombaze. 31 00:02:57,418 --> 00:02:59,501 Ngingedwa ekhaya! 32 00:03:01,126 --> 00:03:04,418 Ba mfethu, sizophatha umhlaba wonke. 33 00:03:06,293 --> 00:03:08,376 Isifundo sanamhlanje mantombazane, 34 00:03:08,459 --> 00:03:11,418 ukulahleka ukwazi indlela. 35 00:03:21,126 --> 00:03:22,668 Nikeza manje. 36 00:03:22,751 --> 00:03:25,876 Awukwazi ukucasha emandleni e-da pupu. 37 00:03:29,334 --> 00:03:31,959 -Phephisa. -Ngakutholile manje. 38 00:03:32,626 --> 00:03:36,751 Ifulegi elimhlophe! Ngiyanikela. Iwe, ngiyanikela! 39 00:03:36,834 --> 00:03:39,459 Akukho ukuhlehla, akukho ukuzinikela Awe iwe! 40 00:03:42,334 --> 00:03:43,168 Ayibo. 41 00:03:45,918 --> 00:03:47,293 Bheka engikutholile. 42 00:03:47,376 --> 00:03:49,501 Woza uzobona ka uMama K osemncane. 43 00:03:49,584 --> 00:03:53,251 -Ingabe lowo uMa kanye no-Ba Chi? -Mhlawumbe, kodwa ubani loya nkosikazi? 44 00:03:53,334 --> 00:03:56,668 Basa. Sizohlala nje ayi ukuthanda izindaba. 45 00:03:56,751 --> 00:04:00,918 Uhlelo olungcono kakhulu uhlelo engiludwebile, kunjalo. 46 00:04:01,001 --> 00:04:02,834 Zee, uthatha ishifu yokuqala. 47 00:04:03,793 --> 00:04:06,376 Ukugada nje? Kumele ngigade ngokuphindaphindwe kathathu. 48 00:04:06,459 --> 00:04:08,376 Kulungile, uTemwe kuqala, bese kuba nguZee. 49 00:04:09,209 --> 00:04:11,209 Ngeke ngikwazi mane kumele ngiyojima. 50 00:04:12,626 --> 00:04:15,126 Amagama amabili. Ama-Majorettes. UMarjory. 51 00:04:15,793 --> 00:04:17,501 Umuntu udinga ukuzidela. 52 00:04:17,584 --> 00:04:19,959 Ngidinga ukufundela ukuhlolwa. 53 00:04:20,043 --> 00:04:23,209 Wena, asiyise egumbini lokuqeqesha. 54 00:04:34,376 --> 00:04:36,876 Ozowa kuqala uzothatha ishifu yokuqala. 55 00:04:37,418 --> 00:04:39,334 Ingabe lokhu kuyadingeka ngempela? 56 00:04:42,751 --> 00:04:45,501 -Ngingakusiza, Chi? -Ngizokhona. 57 00:04:46,668 --> 00:04:48,584 Kuhamba kanjani namantombazane akho? 58 00:04:48,668 --> 00:04:51,168 Kuyathembisa ukuthi abanaso isineke. 59 00:04:51,251 --> 00:04:54,626 Uyazazi lezi zingane zanamuhla, konke kumele kwenzeke ngokushesha ngazo. 60 00:04:54,709 --> 00:04:57,876 Khumbula ngenkathi sisa bekezela kancane? 61 00:04:58,959 --> 00:05:03,543 Manje, kungani ngempela ungicele ukuba ngize ngapha, Rhino? 62 00:05:04,668 --> 00:05:05,626 We Rhino? 63 00:05:05,709 --> 00:05:08,876 Sekunesikhathi eside ungangibizi kanjalo, Bhubesi. 64 00:05:08,959 --> 00:05:13,084 Ngithole ulwazi olusha mayelana noTowela no Limbani. 65 00:05:13,168 --> 00:05:14,084 Ngitshele. 66 00:05:14,168 --> 00:05:16,043 Bengisemakethe ngidlala i-solo, 67 00:05:16,126 --> 00:05:19,668 kwafika ikhehla elisanda kungena endaweni lizojoyina umdlalo. 68 00:05:19,751 --> 00:05:22,793 Wayehambahamba emakethe ezama ukuthola ulwazi 69 00:05:22,876 --> 00:05:25,376 mayelana nebhokisi elithole alithola endlini yakhe. 70 00:05:25,459 --> 00:05:28,251 Manje, Chi, ihlangene ngani lento noTowela? 71 00:05:28,334 --> 00:05:31,876 Ngoba umuzi wakhe omusha kwakuyindlu kaTowela endala. 72 00:05:31,959 --> 00:05:35,251 Ngangazi ukuthi awusoze wakwazi ukubuyela kwaTowela uyocinga. 73 00:05:35,334 --> 00:05:38,418 Bengicabanga ukuthi mhlawumbe ibhokisi lingaba okuthile. 74 00:05:38,501 --> 00:05:40,834 -Likuphi leli bhokisi? -Yehlisa umoya. 75 00:05:40,918 --> 00:05:43,626 Ngamncenga ukuthi anginike lona. 76 00:05:43,709 --> 00:05:45,543 Manje ake ngikutshele nje, qabane 77 00:05:45,626 --> 00:05:49,126 lo mudala kanye nopapa omdala ungumdlali omuhle kakhulu. 78 00:05:49,209 --> 00:05:51,043 Isu lakhe lingelinye. 79 00:05:51,126 --> 00:05:53,293 Ubuso bakhe abunikezi lutho. 80 00:05:53,376 --> 00:05:55,876 Kodwa, ngenhlanhla, ngingumdlali osezingeni eliphezulu. 81 00:05:55,959 --> 00:05:59,959 Ngizwa intshisekelelo yakho enkulu endabeni yami. 82 00:06:00,043 --> 00:06:01,043 Ngiyaxolisa, Chi. 83 00:06:06,584 --> 00:06:10,751 -I-Brawns ngaphambi kobuchopho, mune. -Ngisacabanga icebo lami belincono. 84 00:06:10,834 --> 00:06:13,918 Usho lokho nje ngoba wehlulwe yintombazane. 85 00:06:14,001 --> 00:06:15,793 Kodwa sonke singamantombazane. 86 00:06:24,168 --> 00:06:26,084 WeIwe, no Chomps! 87 00:06:26,168 --> 00:06:28,793 Akekho ozokholwa ukuthi imbuzi idle umsebenzi wami wesikole. 88 00:06:28,876 --> 00:06:31,668 Hamba. Ngithe suka la! 89 00:06:37,001 --> 00:06:39,043 Lokhu akusebenzi. 90 00:06:43,168 --> 00:06:44,168 Nazoke! 91 00:06:50,376 --> 00:06:52,793 Yebo, ukudla kwamahalawena. 92 00:06:54,793 --> 00:06:56,209 Yonakele lenhlanzi. 93 00:06:57,376 --> 00:07:00,834 we-Chomps? Aweh, Komana, ukukopela lokho. 94 00:07:02,043 --> 00:07:05,834 Awu yebo sthandwa sami Ngeke ungishayele ucingo? 95 00:07:05,918 --> 00:07:09,043 My mutima, it beats for you and you alone 96 00:07:10,126 --> 00:07:13,084 Mutima, oh my love! 97 00:07:13,584 --> 00:07:15,501 Oh, Click! 98 00:07:27,543 --> 00:07:29,543 My gwazas! 99 00:07:29,626 --> 00:07:32,293 Wena… silwane! 100 00:07:37,918 --> 00:07:39,334 We Chomps? 101 00:07:41,584 --> 00:07:44,251 Ini? Hhayi ukuchofoza kwami! 102 00:07:44,334 --> 00:07:48,293 Ungizondelani? 103 00:07:50,376 --> 00:07:52,334 Ngicabanga ukuthi uzolingana lapha, Chomps. 104 00:07:58,293 --> 00:07:59,626 Hewu! 105 00:07:59,709 --> 00:08:00,543 Ayicha! 106 00:08:01,459 --> 00:08:05,376 We Zee, lokho kunuka njengezicathulo zakho zebhola ngemuva kokuzilolonga! 107 00:08:08,209 --> 00:08:10,793 Awe! Akulungile, ekse. 108 00:08:10,876 --> 00:08:13,126 WeTiye. Epeni, manje! 109 00:08:14,626 --> 00:08:16,168 Indaba? 110 00:08:16,251 --> 00:08:18,376 Indaba! 111 00:08:18,459 --> 00:08:20,626 Hhayi okwamanje. UZee unemifino eminingi ongayikhetha. 112 00:08:26,751 --> 00:08:28,334 Indaba! 113 00:08:29,709 --> 00:08:31,584 Kunye kubili kuthathu. 114 00:08:31,668 --> 00:08:32,626 Ezintathu? 115 00:08:32,709 --> 00:08:33,543 Kuthathu! 116 00:08:34,043 --> 00:08:36,626 Iwe ka muntu, ucashe kuphi? 117 00:08:39,418 --> 00:08:40,251 Yeyi! 118 00:08:40,334 --> 00:08:41,459 Okwesithathu. 119 00:08:42,876 --> 00:08:45,668 Bheka, Zee, imbuzi iyasina. 120 00:08:55,459 --> 00:08:56,543 Kuyeke lokho! 121 00:09:08,168 --> 00:09:09,543 Zee. Yini manje lena? 122 00:09:09,626 --> 00:09:11,709 Yeyi, muntu wanga. 123 00:09:12,501 --> 00:09:14,834 Vele ushiye izinduku zakho ezintsha ngokushesha. 124 00:09:14,918 --> 00:09:18,126 -Aka umusa kaMarjory. -Umasa ka-Marjory. 125 00:09:18,209 --> 00:09:20,209 Izinduku ezintsha zisuka kuphi? Kayi? 126 00:09:22,209 --> 00:09:23,751 Zee, chabo! 127 00:09:23,834 --> 00:09:26,126 Izilwane ezifuywayo azivunyelwe efulethini likadadewethu! 128 00:09:27,084 --> 00:09:29,876 Ungacabangi ngaye njengesilwane esifuywayo. 129 00:09:29,959 --> 00:09:33,001 Mcabange njengomngane, ekse. 130 00:09:33,084 --> 00:09:36,334 Ngoboya, ekse. Onuka kabi ngempela. 131 00:09:45,459 --> 00:09:48,293 I-Alley Gator's emakethe ukhipha ugesi. 132 00:09:48,376 --> 00:09:52,543 Mina noT Mlilo sisendleleni. Thola uZa Mpezi sihlangane khona manje. 133 00:09:52,626 --> 00:09:54,251 Senzenjani ngoChomps? 134 00:09:54,334 --> 00:09:58,084 -Ingabe u-Chomps unawe? T Mlilo uqhathile! -Uqhathe kuqala! 135 00:09:58,168 --> 00:10:00,126 -Kufanele sibize uMama K. -Cha, awe. 136 00:10:00,209 --> 00:10:02,334 Asimbonise ukuthi singakwazi ukusingatha izimo eziphuthumayo sisodwa. 137 00:10:02,418 --> 00:10:04,959 Uqinisile u-K Bongo. Lokhu singakwenza ngokwethu. 138 00:10:07,084 --> 00:10:08,959 Ithimba lesine likaMama K! Asambe! 139 00:10:22,168 --> 00:10:25,209 Ikhehla lathola leli bhokisi livaliwe odongeni lokugezela. 140 00:10:25,293 --> 00:10:29,084 Indlu yokugezela, eh? Angikholwa ukuthi yafihlwa isikhathi esingaka. 141 00:10:29,168 --> 00:10:32,084 Mhlawumbe ukube besisheshe sayithola… 142 00:10:32,168 --> 00:10:36,501 Qabane, alikho iphutha lakho kulokhu. Uzomthola. 143 00:10:36,584 --> 00:10:38,043 Ngithemba kanjalo, Chi. 144 00:10:38,126 --> 00:10:40,459 Iminyaka engamashumi amabili isikhathi eside. 145 00:10:40,543 --> 00:10:42,543 Ni Ntau ikulu maningi. 146 00:10:42,626 --> 00:10:45,834 Angiboni lutho kula maphepha okungasisiza siwathole. 147 00:10:45,918 --> 00:10:47,084 Kodwa akugcini lapho. 148 00:10:47,168 --> 00:10:49,418 Kwakukhona i-CD ebhokisini. 149 00:10:50,543 --> 00:10:53,251 Ibethelwe. Kodwa bengisebenza ngakho. 150 00:10:53,834 --> 00:10:56,459 Ngiyabonga ngokunginika ithemba, Chi. 151 00:10:58,084 --> 00:11:00,834 Bhubhisa amandla, Alley Gator! 152 00:11:00,918 --> 00:11:04,168 Kulungile, mphathi! Amandla acekeleke phansi. 153 00:11:04,668 --> 00:11:05,834 Chi! Ingxenye Muntu! 154 00:11:06,376 --> 00:11:07,584 We Chi! I-Half Croc! 155 00:11:20,043 --> 00:11:20,918 Ngiyabonga. 156 00:11:21,918 --> 00:11:24,668 Team 4, anginaso isikhathi sakho namuhla. 157 00:11:24,751 --> 00:11:28,459 Ungakhathazeki. Ngeke kuthathe noma yisiphi isikhathi ukuthola umsila wakho. 158 00:11:30,001 --> 00:11:30,834 We-Chomps! 159 00:12:02,334 --> 00:12:03,626 Hayi ndoda. 160 00:12:08,418 --> 00:12:10,668 Cha! Aweh! Usilahlekele! 161 00:12:10,751 --> 00:12:13,168 Asizange simlahlekele. Samxosha. 162 00:12:13,251 --> 00:12:16,293 Futhi kwakungadingeki ukuba sicele usizo kuMama K. 163 00:12:16,834 --> 00:12:21,834 Ithimba lesi-4 ku-byu byu! Icho Icho Icho! 164 00:12:22,459 --> 00:12:25,251 Ima. Uphi u Chomps? 165 00:12:25,834 --> 00:12:27,168 -Ini? -Akekho lapha? 166 00:12:27,251 --> 00:12:32,251 -Bengithi unawe. -Yo. Umama K uzobuya ehoreni elilodwa. 167 00:12:32,334 --> 00:12:35,709 -Yo! -Hlakazekani! Sesha yonke indawo. 168 00:12:35,793 --> 00:12:38,209 Sidinga ukuthola leyo mbuzi apa so. 169 00:12:40,334 --> 00:12:41,751 Umbiko wesiphithiphithi semakethe 170 00:12:41,834 --> 00:12:44,793 lapho kubonakale khona isigebengu esinesikhumba esimhlophe eba ama-popsicle. 171 00:12:44,876 --> 00:12:47,709 Lapha, Chompy! Woza lapha! 172 00:12:54,459 --> 00:12:55,418 We-Chomps. 173 00:12:57,459 --> 00:12:58,293 Mkhulule. 174 00:13:06,251 --> 00:13:09,501 Angifanelwe ukushaywa ngempama Angenzi i-hypno-rapping 175 00:13:09,584 --> 00:13:11,668 Ngizipholele nje nomngane wami oseceleni. 176 00:13:11,751 --> 00:13:13,001 Ukuqeqesha izinkukhu. 177 00:13:14,793 --> 00:13:16,543 Ungangibuki snobby. 178 00:13:16,626 --> 00:13:18,043 Ingabe isigebengu asinakuzilibazisa? 179 00:13:19,209 --> 00:13:20,626 Uxolo, Snap Back. 180 00:13:20,709 --> 00:13:23,168 Lokho beku… wack ngempela. 181 00:13:23,251 --> 00:13:25,626 Sizokubona kamuva, alliga… Alley Ga… 182 00:13:26,501 --> 00:13:27,543 Isikhohlakali okungesiso. 183 00:13:28,751 --> 00:13:30,793 We-Chomps! Cho… 184 00:13:32,126 --> 00:13:33,168 We-Chomps? 185 00:13:36,209 --> 00:13:38,209 Nimufihlephi uChomps? 186 00:13:38,293 --> 00:13:42,168 Khumbula, mantombazane ngaphambi kwezimbuzi, mfana wami. 187 00:13:46,251 --> 00:13:47,876 Kulungile, makhosikazi. Iphutha lami. 188 00:13:47,959 --> 00:13:50,501 Kuyacaca ukuthi usaphatheke kabi Ngithathe umfana wakho. 189 00:13:50,584 --> 00:13:53,084 Ngidinga uku… Yebo. 190 00:13:55,584 --> 00:13:57,168 Kulungile, woza. 191 00:13:57,959 --> 00:13:59,418 Ngena lapho. 192 00:14:01,209 --> 00:14:04,168 Yebo! Umtshina kaChomps. 193 00:14:04,876 --> 00:14:08,334 Vele ungene emsebenzini wesikole ohlafunwayo nge-DNA yembuzi uhambe! 194 00:14:12,126 --> 00:14:14,334 Chomps, ukhona lapha? 195 00:14:15,626 --> 00:14:17,543 Noma lapha? 196 00:14:18,293 --> 00:14:21,501 Noma… Ingiyisaphi le nto? 197 00:14:23,209 --> 00:14:24,251 We-Chomps! 198 00:14:25,168 --> 00:14:26,251 Umsebenzi wesikole omningi kakhulu, 199 00:14:26,334 --> 00:14:27,918 awenele ama-Chomps DNA. 200 00:14:29,959 --> 00:14:31,168 Impendulo ithi kubili. 201 00:14:32,126 --> 00:14:33,959 We-Chomps! 202 00:14:45,376 --> 00:14:47,501 Ngeke ngisho uma ungasho. 203 00:14:51,501 --> 00:14:52,334 kujabulela! 204 00:14:56,043 --> 00:14:59,459 - Lokhu kumnandi kakhulu! -Ngiyabonga, mwana wanga! 205 00:14:59,543 --> 00:15:02,834 Pano pa maketha, leli sobho, ya mbuzi, lingcono kakhulu! 206 00:15:02,918 --> 00:15:03,751 Kakhulu! 207 00:15:04,876 --> 00:15:05,709 Isobho… 208 00:15:06,793 --> 00:15:07,876 Yebo yini? 209 00:15:10,376 --> 00:15:11,834 Mbuzi! Imbuzi! 210 00:15:12,834 --> 00:15:14,251 We-Chomps! 211 00:15:16,001 --> 00:15:17,834 Iphi leyo ngane? 212 00:15:17,918 --> 00:15:21,251 Ngimdlile u-Chomps! 213 00:15:24,043 --> 00:15:26,168 Ngimdlile u-Chomps. 214 00:15:26,251 --> 00:15:27,584 Ati, wamudla? 215 00:15:27,668 --> 00:15:31,084 Udinga izaba ezingcono kunalezo uma ungamtholi mfana. 216 00:15:31,168 --> 00:15:33,959 Temwe, kuyahlanya lokho. Awumudlanga. 217 00:15:34,043 --> 00:15:35,959 Yebo, ngikwenzile, imwe. 218 00:15:36,043 --> 00:15:37,543 Futhi kede… 219 00:15:39,793 --> 00:15:41,376 emnandi. 220 00:15:42,584 --> 00:15:44,293 Lokhu kuningi kakhulu. 221 00:15:44,376 --> 00:15:47,543 Kufanele sifonele uMama K futhi simtshele iqiniso. 222 00:15:48,126 --> 00:15:49,709 Umama K ngeke aphinde asithembe. 223 00:15:49,793 --> 00:15:52,751 Kudingeka sigxile futhi siqhubeke nokusesha. 224 00:15:52,834 --> 00:15:55,418 Singamaqhawe. Asikwazi ukuyeka. 225 00:15:58,543 --> 00:15:59,543 Kungcono ngikuthathe lokho. 226 00:15:59,626 --> 00:16:01,876 I-Alley Gator isigadlile futhi. 227 00:16:01,959 --> 00:16:04,584 Siyabonga ku Team 4 waseLusaka ebilikhon esigamekweni. 228 00:16:04,668 --> 00:16:07,793 -Ngeshwa, i-scaly… -Amantombazane! 229 00:16:08,834 --> 00:16:11,709 Kungathi usezwa uvalo lwethu. 230 00:16:15,293 --> 00:16:18,293 - Konke sekulungele ukuhamba, Mama K. - Ngiyabonga, Chi. 231 00:16:18,793 --> 00:16:19,959 Sawubona, Mama K 232 00:16:20,668 --> 00:16:22,251 Ngeyezwa ngokwenzeka emakethe. 233 00:16:22,334 --> 00:16:25,334 Ngizoba se-HQ ngemizuzu engu-20 kanje. 234 00:16:25,418 --> 00:16:26,251 sizohlela. 235 00:16:26,334 --> 00:16:29,543 Konke kuyiphutha lami! Uxolo, Mama K. Ngingachaza konke. 236 00:16:30,918 --> 00:16:32,293 Ngabe konke kuhamba kahle? 237 00:16:33,459 --> 00:16:39,043 -Oh yebo, konke kuhle, Mama K. -Oho Chabwino tshela Chomps ngiyabingelela 238 00:16:39,126 --> 00:16:39,959 Okunye njengokuvalelisa! 239 00:16:43,001 --> 00:16:47,376 Kulungile. Isiginali embi. Shayela ngokuphepha. Sala kahle! 240 00:16:54,126 --> 00:16:57,918 Yilokhu bakwethu. Ukuphela kwemisebenzi yethu yamaqhawe amakhulu. 241 00:16:58,001 --> 00:17:00,376 Futhi mhlawumbe, ngisho nezimpilo zethu. 242 00:17:01,084 --> 00:17:05,168 Nango eya khona. Ngiyaxolisa kakhulu, Chomps. R.I.P. 243 00:17:05,751 --> 00:17:07,168 Bafana. Aniyeke. 244 00:17:07,251 --> 00:17:09,168 Sidinga nje uhlelo olusha lokusebenza. 245 00:17:09,251 --> 00:17:14,293 Uqinisile uKomana. Masilandele izinyathelo zethu silahle u-Chomps lapha, angithi? 246 00:17:16,126 --> 00:17:20,543 Manje yilokho engikubiza ngokuthi isampula ye-DNA enhle. Uboya obudumile bukaChomps. 247 00:17:23,751 --> 00:17:27,001 Lokho kuyisignali enamandla. Sizomthola. 248 00:17:27,084 --> 00:17:28,543 -Bhum! -Akunakwenzeka. 249 00:17:33,043 --> 00:17:34,793 Linda. Nansi indlela pupu! 250 00:17:35,418 --> 00:17:37,626 Kubukeka sengathi bayabuyela emuva emakethe. 251 00:17:40,043 --> 00:17:42,251 Sigijima siyimibuthano. 252 00:17:43,376 --> 00:17:45,084 Alley Gator! Kumele abe noChomps. 253 00:17:55,209 --> 00:17:58,251 Iphi imbuzi yethu, Alley Gator? Siyazi ukuthi umthathile. 254 00:17:59,084 --> 00:18:00,543 Udlile isitshulu, akunjalo? 255 00:18:01,043 --> 00:18:03,793 Kungcono umnikeze engalimalanga noma kungenjalo. 256 00:18:10,876 --> 00:18:13,751 Isitshulu sini? Imbuzi yakho angiyilimazanga. 257 00:18:13,834 --> 00:18:16,043 Imbuzi yakho yangilimaza. 258 00:18:16,126 --> 00:18:20,084 Ey, angazi ukuthi uthathaphi i-sidekick yakho, kodwa unonya. 259 00:18:21,543 --> 00:18:22,459 Uyaphila! 260 00:18:23,084 --> 00:18:26,001 Uyaphila! 261 00:18:26,084 --> 00:18:29,459 Linda. U-Chomps uyaphila kodwa usalahlekile. 262 00:18:30,334 --> 00:18:33,126 Ingabe lobu buhlungu buyoke buphele? 263 00:18:33,209 --> 00:18:37,334 Wena, okungenani ubuhlungu angithi uyagigitheka esiswini sakho. 264 00:18:37,418 --> 00:18:38,918 Isikhathi siyaphela. 265 00:18:39,001 --> 00:18:41,251 Kufanele sibuyele kuwe-wazi-kuphi 266 00:18:41,334 --> 00:18:44,501 ngaphambi kokuthi wazi-ubani ithola ukuthi uyazi-yini. 267 00:18:47,876 --> 00:18:51,334 Hhayi, asikwazi yini ukuthola imbuzi epulazini lami futhi umshaye ngentshebe? 268 00:18:51,418 --> 00:18:53,334 Ima, ngingusayizi kaChomps. 269 00:18:53,418 --> 00:18:54,834 Vele ungishaye ngentshebe! 270 00:18:54,918 --> 00:18:57,293 Cha! Kumele sitshele uMama K iqiniso, 271 00:18:57,376 --> 00:18:58,918 ukuze asisize simthole. 272 00:18:59,001 --> 00:19:00,834 Ukuzifihla kukaTemwe kungasebenza. 273 00:19:00,918 --> 00:19:02,251 Futhi muhle ngamazwi! 274 00:19:02,334 --> 00:19:05,834 Yebo, ngizozenza u-Chomps… Phakade. 275 00:19:07,376 --> 00:19:09,001 Maweh! 276 00:19:14,709 --> 00:19:17,918 Iye! 277 00:19:18,626 --> 00:19:21,626 Kuyeke mfo wami. Sekuzofika isikhathi sokuvuma izono. 278 00:19:26,501 --> 00:19:28,001 Sanibona, mantombazane! 279 00:19:31,209 --> 00:19:33,459 UMama K ubuyile e-byu byu! 280 00:19:35,501 --> 00:19:40,959 U-Chomps. Imbuzi enhle kangaka, ngikhuphuka ngiyobingelela uMama K. 281 00:19:44,126 --> 00:19:46,834 Ma, unjani uBa Chi? Sengcono? 282 00:19:46,918 --> 00:19:49,043 Oh, Ba Chi uyaphila. 283 00:19:49,126 --> 00:19:53,376 -Ngingakuthathela lelo bhokisi, Mama K? -Leli bhokisi alikona okukukhathazayo. 284 00:19:54,459 --> 00:19:58,334 Kubukeka njengani mantombazane uthathe u-Chomps uhambo oluhle, eh? 285 00:19:58,834 --> 00:20:01,834 -Izigigaba? -Yebo izingigaba. 286 00:20:01,918 --> 00:20:03,751 Inani elihlanya ngempela lokuzihambela. 287 00:20:03,834 --> 00:20:06,084 T.O.M.I., ingabe uqedile ukubuyekeza? 288 00:20:06,168 --> 00:20:08,126 Yebo, Mama K. Ngingasiza kanjani? 289 00:20:08,209 --> 00:20:11,043 Donsa wonke amavidiyo emakethe kumakhamera afihliwe. 290 00:20:12,376 --> 00:20:15,084 UKomana wenza uhlelo, futhi sakopela. 291 00:20:15,168 --> 00:20:20,001 Silahlekelwe ama-Chomps elwa no-Alley Gator. Ngamudla. Kodwa-ke angizange. 292 00:20:20,084 --> 00:20:21,126 Ngishaye i-Snap Back. 293 00:20:21,209 --> 00:20:22,793 Izinkukhu nezimpaphe. 294 00:20:22,876 --> 00:20:25,501 Simtholile u-Chomps, kodwa asimtholanga. 295 00:20:25,584 --> 00:20:27,043 Salandela umkhondo. 296 00:20:27,126 --> 00:20:29,459 Izinselo, indle, izimpawu zokuluma. 297 00:20:29,543 --> 00:20:31,168 U-Chomps ushaye u-Alley Gator. 298 00:20:31,251 --> 00:20:33,376 Besisaba ukukutshela iqiniso. 299 00:20:33,459 --> 00:20:37,168 Sehlulekile, Mama K! Si… 300 00:20:37,793 --> 00:20:38,834 Ima! 301 00:20:40,543 --> 00:20:44,543 Ngikhohlwe ukusho ukuthi ngiqeqeshe uChomps ukuba abe yinhloli? 302 00:21:04,876 --> 00:21:06,626 Inkinga yami kuphela ngoChomps, 303 00:21:06,709 --> 00:21:09,668 uyaphazamiseka ngokushesha futhi ayazula. 304 00:21:09,751 --> 00:21:11,126 Ingakho ngimfakele i-tracker. Pepani, 305 00:21:11,709 --> 00:21:14,751 mantombazane ami, ngikhohliwe ukunitshela. 306 00:21:15,251 --> 00:21:16,959 Uma uvala amehlo akho, 307 00:21:17,043 --> 00:21:19,126 ke uzofunda ngezingozi. 308 00:21:19,209 --> 00:21:20,501 -Ini? -Uthini? 309 00:21:20,584 --> 00:21:23,959 Ukucasha nokuqamba amanga kuyadala kuphela izinkinga ezinkulu, mantombazane ami. 310 00:21:24,043 --> 00:21:26,209 Noma ungase ungene enkingeni, 311 00:21:26,293 --> 00:21:28,834 yiba nesibindi ukhulume iqiniso. 312 00:21:31,168 --> 00:21:33,959 Ngicabanga ukuthi uzothola ezinye iziphetho ezixekethile zidinga ukuboshwa 313 00:21:34,043 --> 00:21:36,376 njengoba u-Alley Gator ebuyile esigcawini. 314 00:21:37,793 --> 00:21:39,793 Yiqiniso, u-Alley Gator. 315 00:21:39,876 --> 00:21:41,501 Ungakhathazeki, Mama K, 316 00:21:42,084 --> 00:21:44,793 sihlale sikulungele ukusindisa umhlaba. 317 00:21:59,418 --> 00:22:01,043 Lelo diwa eliyimfihlo futhi. 318 00:23:17,626 --> 00:23:20,543 Umbhalo ongezansi oka: Siphesihle Nkosi