1 00:00:11,918 --> 00:00:14,126 Kulungile 2 00:00:14,209 --> 00:00:15,584 Mama K! 3 00:00:15,668 --> 00:00:19,126 Yebo, nawe usuyazi Kunye, kubili, kuthathu, kune, asambe 4 00:00:19,209 --> 00:00:24,209 Siqhamuka eLSK uyabheja, asidlali Odadewethu, abangani bami siyabangeni 5 00:00:24,293 --> 00:00:28,543 Futhi uyazi sinamandla Noma yini esiyiphuphayo ingeyethu 6 00:00:28,626 --> 00:00:33,043 Yini ezayo, yini ehambayo, ekse Asihlali neze endleleni yethu 7 00:00:33,126 --> 00:00:37,626 Asizile ukuzodlala, asidlali Uzolazi igama lethu 8 00:01:06,043 --> 00:01:07,209 Shona phansi! 9 00:01:10,584 --> 00:01:12,709 Ngineresiphu entsha. 10 00:01:12,793 --> 00:01:14,293 Inxenye eyedwa kakotapheya, 11 00:01:14,376 --> 00:01:17,543 izinxenye ezine zamaqhawe. 12 00:01:18,043 --> 00:01:20,876 Gcoba kuze kube bukhilimu. 13 00:01:35,084 --> 00:01:35,959 Nazoke. 14 00:01:45,543 --> 00:01:48,501 Kuleminyaka, kungcono ukuphathisa. 15 00:01:51,584 --> 00:01:54,334 Enhe. Mufase! Ngokucophelela, T-Mlilo. 16 00:01:54,418 --> 00:01:56,251 Uqinisekise ukuthi izinzipho azinqamuki. 17 00:01:56,334 --> 00:01:58,543 Ungakhathazeki. Siyiphethe lento! 18 00:02:05,043 --> 00:02:06,793 Uyeba futhi, Alley Gator? 19 00:02:06,876 --> 00:02:11,084 Apula lami elinoshukela, uProfesa Greenthumbs, uthanda ukotapheya. 20 00:02:11,168 --> 00:02:14,043 Ungangiphuca sthandwa sami into enambitheka kanje. 21 00:02:14,126 --> 00:02:17,959 Ukweba inhliziyo yomuntu akungabandakanyi ukweba ngempela. 22 00:02:21,959 --> 00:02:24,876 Bhek a nakho, Alley Gator, ekugcineni sikubambile. 23 00:02:28,043 --> 00:02:29,626 Oh, ngempela? 24 00:02:37,251 --> 00:02:38,668 Kuyini lokho? 25 00:02:42,334 --> 00:02:43,418 Idivayisi yasekhaya? 26 00:02:49,626 --> 00:02:51,001 Kuyini lokho? 27 00:02:55,918 --> 00:02:58,709 Indoda yesimo sezulu usenkonzweni yakho. 28 00:03:09,334 --> 00:03:10,334 Storm Drain? 29 00:03:10,418 --> 00:03:13,168 Kuyini lokhu? A ka umcimbi wesigebengu? 30 00:03:13,251 --> 00:03:15,793 Yini ekuthathe isikhathi eside, Snowman? 31 00:03:15,876 --> 00:03:17,793 Aw'kahle bo. 32 00:03:17,876 --> 00:03:19,668 Angiyona imoto yakho yokusevisa. 33 00:03:19,751 --> 00:03:22,043 Kumele ngikushiye khaona la, Teeth Face. 34 00:03:24,293 --> 00:03:27,709 Ima, ingabe uStorm Drain noAlley Gator basebenza ndawonye? 35 00:03:28,459 --> 00:03:29,459 Cha! 36 00:03:29,543 --> 00:03:30,376 Ati, 37 00:03:31,209 --> 00:03:33,293 Yini lokhu? 38 00:03:40,376 --> 00:03:42,543 Awe. 39 00:03:42,626 --> 00:03:44,834 Cha, awuzange. 40 00:03:49,959 --> 00:03:51,793 Futhi nesimo sezulu namuhlanje si… 41 00:03:51,876 --> 00:03:56,918 Hheyi, bafethu, iqhwa leli! Ngempela! 42 00:04:00,584 --> 00:04:01,834 Kamuva. 43 00:04:06,501 --> 00:04:07,418 Sizani! 44 00:04:12,043 --> 00:04:15,376 M-Kozo, Za-Mpezi, donsani nibambe! 45 00:04:15,459 --> 00:04:17,626 Sanibona? Usizo lana! 46 00:04:41,126 --> 00:04:42,918 Lokhu bengayona ka iphathi yezogebengu. 47 00:04:43,001 --> 00:04:44,376 Bahambe ngaphandle kwempi. 48 00:04:44,459 --> 00:04:47,626 Kodwa kungcono ngithole okwephathi. 49 00:04:48,251 --> 00:04:50,793 T-Mlilo, usize ungayilahleli kimi leyonto. 50 00:04:51,293 --> 00:04:53,834 Angikumoshi ukudla. 51 00:04:56,834 --> 00:04:59,126 Ubuqopho buqina! 52 00:05:12,918 --> 00:05:14,501 Ishonephi? T.O.M.I., 53 00:05:15,126 --> 00:05:16,334 ngicela indizise ama-drone abuye? 54 00:05:16,418 --> 00:05:17,334 Yebo, Mama K. 55 00:05:17,418 --> 00:05:19,084 Ngizovula ividiyo. 56 00:05:32,834 --> 00:05:35,668 Kungani uStorm Drain angasindisa uAlley Gator? 57 00:05:35,751 --> 00:05:38,293 Yebo. Baqale nini ukusebenza ndawonye? 58 00:05:38,376 --> 00:05:39,251 Akwenzi… 59 00:05:45,043 --> 00:05:47,584 -Senibuyile njalo? -Ububukani? 60 00:05:47,668 --> 00:05:50,584 Ngabe bekungenye idrone? Ubuyijaha? 61 00:05:50,668 --> 00:05:53,751 Cha. Nginocwaningo ebengilenza. 62 00:05:53,834 --> 00:05:54,668 Awuthi sibone! 63 00:05:54,751 --> 00:05:56,126 Cha, hhayi manje. 64 00:05:56,209 --> 00:05:57,793 Hau. Kwenzakalani, Mama K? 65 00:05:59,209 --> 00:06:01,793 Akulutho. Ukhathele ng'yacabanga. 66 00:06:01,876 --> 00:06:04,543 Ngicabanga ukuthi singayophumula. 67 00:06:06,918 --> 00:06:11,168 Imwe. Sekuhlezi kungu "akulutho" kuMama K manje. 68 00:06:11,251 --> 00:06:14,168 Yebo. Usesifihlela izinto. 69 00:06:14,251 --> 00:06:16,959 Njenge nkathi sihambe sayobheka u-Hangry Temwe 70 00:06:17,043 --> 00:06:18,793 futhi uMama K ubenemfihlo ngokuthile. 71 00:06:18,876 --> 00:06:21,501 Kanye nalesisthombe uMonde asithola ekhabetheni likaMama K lemfihlo. 72 00:06:22,501 --> 00:06:26,209 Kanye nalesi esinye isithombe asifihla ebhokisini abuya naso kuMalume uChi. 73 00:06:26,918 --> 00:06:31,626 Yebo. Futhi nazo zonke lezimpahla ekade eziqoqa izolo, wena… 74 00:06:33,793 --> 00:06:36,959 Yini? Yini ugogo usenezimpahla ezingaka? 75 00:06:37,543 --> 00:06:39,626 Kuyasolisa kakhulu. 76 00:06:42,251 --> 00:06:44,293 Manje senzenjani? 77 00:06:45,001 --> 00:06:46,459 Khiya iminyango. 78 00:06:46,543 --> 00:06:48,876 Isikhathi sokusesha. 79 00:06:48,959 --> 00:06:50,543 Kuyekele kimi. 80 00:06:50,626 --> 00:06:53,084 Iskhathi-iskhathi uzobe esekhuluma bwe-bwe. 81 00:06:53,168 --> 00:06:56,001 Temwe, phola. Asikwazi ukuhlasela uMama K. 82 00:06:56,751 --> 00:07:00,709 -Kulungile, kumele akhulume. -Impela. 83 00:07:01,293 --> 00:07:02,459 Sidinga itiye. 84 00:07:02,543 --> 00:07:04,584 Itiye. Impela. Sidinga… 85 00:07:05,334 --> 00:07:06,334 Namakhekhe. 86 00:07:08,084 --> 00:07:09,751 Kanye namakhekhe. 87 00:07:11,709 --> 00:07:12,918 Kulungile. Lalela. 88 00:07:13,001 --> 00:07:16,751 Ngaso sonke iskhathi ngangifuna ukuzwa izindaba ezimnandi kugogo wami, 89 00:07:16,834 --> 00:07:21,209 ngangimlethela amakhekhe netiye, 90 00:07:21,293 --> 00:07:24,209 bese kanjalo nje, yonke into ibe isiziphumela. 91 00:07:24,293 --> 00:07:27,543 Hau, bo Monde. Ukuphenywa kwesitha. 92 00:07:27,626 --> 00:07:28,709 Zibuke. 93 00:07:29,959 --> 00:07:31,543 Asikwenzeni. 94 00:07:51,668 --> 00:07:52,834 Mama K, 95 00:07:52,918 --> 00:07:55,168 uthe ukukhathazeka kulamalanga. 96 00:07:55,251 --> 00:07:59,918 Ngabe kukhona obungafisa ukusazisa kona? 97 00:08:00,751 --> 00:08:01,501 Ngi… 98 00:08:06,959 --> 00:08:09,126 Uyazi ukuthi ungasithemba. 99 00:08:09,209 --> 00:08:10,668 Sitshele. 100 00:08:12,043 --> 00:08:14,084 Oh, kulungile. 101 00:08:14,168 --> 00:08:16,876 Khumbula, Mama K, siyiqembu lakho. 102 00:08:18,334 --> 00:08:21,334 Nikhohlwe ukuthi "sixoxele". 103 00:08:21,959 --> 00:08:24,168 Sixoxele. 104 00:08:26,126 --> 00:08:29,001 Angazi noma senikulungele lokhu. 105 00:08:29,084 --> 00:08:31,668 Noma ngabe yini, sokwazi ukukumela. 106 00:08:31,751 --> 00:08:34,126 Woza nazo. Qala ukhulume. 107 00:08:35,209 --> 00:08:36,626 Sixoxele. 108 00:08:36,709 --> 00:08:39,043 Kukhona ukukuphathe kabi ngampela, 109 00:08:39,126 --> 00:08:40,959 kodwa mhlawumbe singasiza. 110 00:08:41,043 --> 00:08:42,501 Ungasitshela. 111 00:08:42,584 --> 00:08:46,001 Uma ngikhuluma iqiniso, anginaso isiqiniseko sokuthi ngilungile yini. 112 00:08:46,084 --> 00:08:47,293 Mama K, 113 00:08:47,376 --> 00:08:51,209 awusitshelanga ukuqamba amanga kudala izinkinga ezinkulu kuphela? 114 00:08:51,293 --> 00:08:53,209 Futhi ukuze ube nesibindi, khuluma iqiniso. 115 00:08:54,459 --> 00:08:58,501 Ngiyabona, nina mantombazane lalela amazwi ami ngempela. Hhayi-ke. 116 00:09:05,293 --> 00:09:06,209 Kulungile. 117 00:09:07,709 --> 00:09:10,251 T.O.M.I., letha uncwaningo. 118 00:09:10,334 --> 00:09:11,251 Yebo, Mama K. 119 00:09:18,709 --> 00:09:19,584 Ini? 120 00:09:22,709 --> 00:09:26,251 Hawu, Mama K, lapho ugcina izimfihlo, 121 00:09:26,334 --> 00:09:29,459 ugcina izimfihlo ngempela. 122 00:09:30,043 --> 00:09:32,293 Futhi ube nalokhu okuhle, ubuchwepheshe obuhle bucashile ngaso sonke isikhathi? 123 00:09:32,376 --> 00:09:35,501 Ngikutshelile ukuthi ngiyi-superspy, cha? 124 00:09:40,251 --> 00:09:42,209 Hau! Ngiyamazi! 125 00:09:42,293 --> 00:09:44,668 Uyamazi? Kusuka kuphi? 126 00:09:45,501 --> 00:09:52,043 Encwadini yomlando waseZambia esikhathini sangaphambilini, ngaphambi kwamanje? 127 00:09:52,626 --> 00:09:54,709 Noma ekhabetheni lami eliyimfihlo? 128 00:10:00,834 --> 00:10:03,334 Mama K, ubani lo? 129 00:10:04,501 --> 00:10:07,751 Lowo… nguChusi lowo. 130 00:10:07,834 --> 00:10:09,626 Chusi? Ntuthu? 131 00:10:11,209 --> 00:10:12,709 Kungani ebizwa kanjalo? 132 00:10:12,793 --> 00:10:16,293 Ifu elimnyama ingagingqika ngaphandle kokuletha isiphepho, 133 00:10:16,376 --> 00:10:19,293 kodwa ngentuthu kukhona okusayo impela. 134 00:10:19,376 --> 00:10:22,334 Ngakho-ke, wayengumuntu wezulu? Noma wayengumcishi-mlilo? 135 00:10:22,418 --> 00:10:24,001 Kudingeka ukucaciseleka lapha. 136 00:10:26,168 --> 00:10:30,959 UChusi nguyena owayezibambele mathupha nesigebengu esiyingozi sesikhathi sakhe. 137 00:10:31,043 --> 00:10:32,793 Ngaso sonke isikhathi sivela ngaphandle, 138 00:10:32,876 --> 00:10:35,001 wahamba engakabanjwa muntu. 139 00:10:35,084 --> 00:10:37,501 Njengentuthu yentuthu. 140 00:10:37,584 --> 00:10:38,918 Ayi! Uphi yena manje? 141 00:10:39,001 --> 00:10:41,168 Ngicabanga ukuthi kungenzeka ukuthi ulapha. 142 00:10:42,001 --> 00:10:43,084 Lapha lapha? 143 00:10:43,168 --> 00:10:46,293 Cha ngisho lapha e-Lusaka. 144 00:10:46,376 --> 00:10:50,251 Ngesikhathi sokulwa kwakho, ngathola i-drone egqokile inibuka nonke. 145 00:10:51,251 --> 00:10:53,876 Ah, yileyo drone obuyibhekile. 146 00:10:53,959 --> 00:10:57,376 Yebo, futhi namuhla sibone i-Storm Drin kanye no-Alley Gator besebenza ndawonye. 147 00:10:57,459 --> 00:11:00,626 Uthi kukhona umuntu ngemuva kwephathi ye-ka villain? 148 00:11:00,709 --> 00:11:02,209 Ngampela. 149 00:11:02,709 --> 00:11:06,668 Ngicabanga ukuthi kukhona ungqondongqondo ngemuva kwalokhu kuhlasela kwe-villain. 150 00:11:07,543 --> 00:11:08,418 Chusi. 151 00:11:09,834 --> 00:11:11,584 Impilo yakho ye-superspy, 152 00:11:11,668 --> 00:11:13,084 villain entsha endala. 153 00:11:13,168 --> 00:11:15,418 Sifuna yonke indaba, Mama K. 154 00:11:15,501 --> 00:11:17,626 Uma kuyigama lakho langempela lelo. 155 00:11:19,334 --> 00:11:21,084 Ngu Kumbukani. 156 00:11:21,751 --> 00:11:22,751 Ngiyibizile! 157 00:11:22,834 --> 00:11:27,293 Kodwa igama lami lekhodi kwakungu Mkango, "iBhubesi." 158 00:11:29,543 --> 00:11:32,209 Ngicabanga ukuthi kungcono uhlale phansi ngalokhu. 159 00:11:33,709 --> 00:11:35,251 Sengivele nginjalo. 160 00:11:38,543 --> 00:11:41,126 Ngaphambi kokuqhekeka kwamathambo nama-dreads ampunga, 161 00:11:41,209 --> 00:11:45,918 Ngangingumholi wentsha, elite, ithimba eliyimfihlo lokulwa nobugebengu le-IAZ, 162 00:11:46,001 --> 00:11:48,376 I-Intelligence Agency yaseZambia. 163 00:11:49,418 --> 00:11:54,209 Ithimba lami lenze umsebenzi wethu khona lapha, emgodini webhubesi. 164 00:11:55,334 --> 00:11:57,209 Umgdoi webubhesi? 165 00:12:00,293 --> 00:12:03,084 Sasiyizinhloli ezihamba phambili ebhizinisini. 166 00:12:03,584 --> 00:12:06,876 Owangijoyina emgodini webhubesi osoncwepheshe wamakhomputha, 167 00:12:06,959 --> 00:12:10,626 Igama lekhodi Chipembele, uRhino. 168 00:12:10,709 --> 00:12:12,959 Kungenzeka ukuthi umazi ngokuthi uMalume uChi. 169 00:12:13,043 --> 00:12:14,918 Umalume Chi? Ubhejane? 170 00:12:15,418 --> 00:12:17,543 I-high-tech jobee? 171 00:12:17,626 --> 00:12:18,543 Temwe. 172 00:12:19,668 --> 00:12:22,543 Futhi ngangingeke ngenze lutho ngaphandle komngane wami omkhulu 173 00:12:22,626 --> 00:12:25,709 kanye nesithenjwa esiseduze uTowela. 174 00:12:25,793 --> 00:12:28,168 Ingcweti yokusungula. 175 00:12:28,251 --> 00:12:32,168 Igama lekhodi Imbwili, Ingwe. 176 00:12:33,876 --> 00:12:37,168 Komai, sesibambile wonke amaqhawe kaChusi. 177 00:12:37,251 --> 00:12:39,501 Kodwa asikasondeli ekumbambeni. 178 00:12:39,584 --> 00:12:42,084 INgwe woza uzobona le vidiyo kusukela namuhla. 179 00:12:42,584 --> 00:12:45,251 Bheka, nangu uChusi ephuma eCity Hall. 180 00:12:45,751 --> 00:12:46,584 Futhi… 181 00:12:49,001 --> 00:12:50,793 Ukwenza kanjani lokho? 182 00:12:53,126 --> 00:12:55,043 Niyabo, nangu yena. 183 00:12:55,126 --> 00:12:57,876 Uvele aqamuke nje noma ikephi. 184 00:12:57,959 --> 00:13:00,626 Akabizwa uNtutho mahhala. 185 00:13:02,043 --> 00:13:04,918 -Asisoze sambamba. -Cha, sizokwenza. 186 00:13:05,459 --> 00:13:09,793 Futhi ngesikhathi sikwenza, i-Brainstorm izobe isilungile. 187 00:13:09,876 --> 00:13:11,293 Ima, yini i-Brainstorm? 188 00:13:13,501 --> 00:13:14,918 Ngiya kulokho. 189 00:13:15,001 --> 00:13:17,626 Bheka, uChusi wayeyisigebengu esikhulu, 190 00:13:17,709 --> 00:13:19,584 ukweba ubunhloli obuphakeme. 191 00:13:19,668 --> 00:13:21,251 Amafayela kahulumeni wangempela, 192 00:13:21,334 --> 00:13:23,209 amakhodi, ukuthunyelwa okubethelwe. 193 00:13:23,293 --> 00:13:27,334 Kepha wonke ama-henchman sawabamba angasitshela into efanayo. 194 00:13:27,418 --> 00:13:31,376 Babengazi lutho ngoba Chusi wazigcina kuye zonke lezi zimfihlo, 195 00:13:32,001 --> 00:13:33,501 emqondweni wakhe. 196 00:13:34,626 --> 00:13:36,084 Konke ngenkumbulo? 197 00:13:36,626 --> 00:13:40,001 Ati whati? Njengo… njenge-Wikibrainac. 198 00:13:40,751 --> 00:13:42,834 Impela. 199 00:13:42,918 --> 00:13:46,834 Wayezo "layisha" amafayela ebuchosheni bakhe 200 00:13:46,918 --> 00:13:49,584 bese ucekela phansi imibhalo yokuqala 201 00:13:49,668 --> 00:13:53,293 ngakho nguye kuphela owayekwazi ukufinyelela olwazini olubalulekile. 202 00:13:54,626 --> 00:13:58,126 Khona-ke uhulumeni akabange esakwazi ukufinyelela ebunhlolweni kwayo. 203 00:13:58,209 --> 00:14:00,126 Impela. 204 00:14:00,209 --> 00:14:02,876 Bekufanele siqamuke ngedivayisi engabuyisa 205 00:14:02,959 --> 00:14:07,293 zingcezu ezibalulekile zenkumbulo yakhe ng aphambi kokuba azidayise emakethe emnyama. 206 00:14:10,376 --> 00:14:12,334 Ngakho-ke sasungula… 207 00:14:12,418 --> 00:14:13,751 Ingqondo, mune. 208 00:14:15,126 --> 00:14:17,876 Chapwa. Ukulandelana kuqediwe. 209 00:14:17,959 --> 00:14:22,876 Impumelelo. Amakati amakhulu ahlupha ka- bili, Ingwe neBhubesi libamba amagundane. 210 00:14:24,751 --> 00:14:25,626 Asikwazi ukugubha 211 00:14:25,709 --> 00:14:28,584 size siyisebenzise kuChusi futhi uthole lolo lwazi. 212 00:14:28,668 --> 00:14:32,501 Awu, isinyathelo sokuqala ekwenzeni lokho uyiletha ku-IAZ. 213 00:14:32,584 --> 00:14:35,459 Kufanele silinde ukuze uthole ukuvikeleka okwengeziwe okuvela ku-IAZ? 214 00:14:35,543 --> 00:14:38,168 Asifuni ukumangazwa uNtuthu. 215 00:14:38,251 --> 00:14:39,876 Yebo, into yokugcina esiyifunayo 216 00:14:39,959 --> 00:14:42,126 ukuthi athola izandla zakhe ku-Brainstorm. 217 00:14:42,209 --> 00:14:44,293 Angicabangi ukuthi kufanele silinde. 218 00:14:45,668 --> 00:14:48,501 Asikaze sikuthole ukuphumula njengoba ngasungula lento. 219 00:14:48,584 --> 00:14:50,959 Ngingathanda ngempela impelasonto eyodwa nomndeni wami. 220 00:14:52,084 --> 00:14:54,626 Yingakho ngingacabangi ukuthi kufanele silinde. 221 00:14:54,709 --> 00:14:58,126 Asihambise lokhu, ukuze ekugcineni sithathe ikhefu. 222 00:14:58,876 --> 00:15:02,626 Limbani wami omncane. Udubula phezulu kuhle kwesihlahla sikaphopho. 223 00:15:02,709 --> 00:15:03,709 Impela. 224 00:15:03,793 --> 00:15:05,543 Udinga ukubona indodana yakho. 225 00:15:07,959 --> 00:15:10,043 -Singakwazi ukubhekana nalokhu. -Asambe! 226 00:15:27,876 --> 00:15:29,376 Konke kulungile, Rhino? 227 00:15:41,543 --> 00:15:42,626 Chusi! 228 00:15:42,709 --> 00:15:44,751 Ngizwile ukuthi ubungifuna. 229 00:15:45,293 --> 00:15:47,418 Hhayi-ke, ng'ilapha. 230 00:15:47,918 --> 00:15:49,918 Zinikele manje Chusi, 231 00:15:50,001 --> 00:15:52,501 futhi akekho odinga ukulimala. 232 00:15:52,584 --> 00:15:58,626 Nginike leyo divayisi oyidalile noma ngiqinisekisa ukuthi othile uzolimala. 233 00:15:59,293 --> 00:16:01,834 Uxolo, iyiphi idivayisi? 234 00:16:06,251 --> 00:16:07,334 Le divayisi. 235 00:16:07,918 --> 00:16:10,876 Uyibiza ngani? I-Brainstorm? 236 00:16:10,959 --> 00:16:12,334 Uhlakaniphe kakhulu. 237 00:16:12,918 --> 00:16:17,418 Awu, indalo yakho encane ayisoze yathatha izinkumbulo zami kimi. 238 00:16:17,501 --> 00:16:19,668 Akuzona izinkumbulo zakho lezo. 239 00:16:19,751 --> 00:16:23,209 Lolo lwazi olwebile olukahulumeni! 240 00:16:23,293 --> 00:16:26,793 Yebo, futhi angikwazi ukulinda ukwabelana ngezinkumbulo zami. 241 00:16:27,584 --> 00:16:29,543 Futhi akukho okuzongivimba. 242 00:16:40,543 --> 00:16:41,959 Cha! 243 00:16:50,876 --> 00:16:52,209 Ubani uNtuthu manje? 244 00:16:54,543 --> 00:16:56,376 Imina. 245 00:16:58,751 --> 00:17:00,543 Awuyitholi. 246 00:17:11,001 --> 00:17:13,209 Hhayi-ke. 247 00:17:17,834 --> 00:17:22,168 Bhubesi, ake sibone lokho okungenziwa ngempela yile Brainstorm. 248 00:17:22,251 --> 00:17:23,376 Cha! 249 00:17:33,668 --> 00:17:34,501 Hhayi-ke. 250 00:17:43,876 --> 00:17:45,709 Amehlo wami. 251 00:17:52,209 --> 00:17:53,418 Ngikuphi? 252 00:17:54,251 --> 00:17:55,668 Oh, Towela. 253 00:17:55,751 --> 00:17:56,709 Ungubani? 254 00:17:58,001 --> 00:18:00,834 Yimina. U-Kumbukani. 255 00:18:00,918 --> 00:18:03,459 -Towela? -Towela? 256 00:18:04,543 --> 00:18:05,376 Kumbukani? 257 00:18:06,584 --> 00:18:07,626 Ungubani? 258 00:18:09,209 --> 00:18:10,084 Ngingubani mina? 259 00:18:13,293 --> 00:18:15,918 Esikhundleni sokubuyisa izinkumbulo, 260 00:18:16,001 --> 00:18:18,251 umakalabha wasula izinkumbulo zakhe. 261 00:18:20,626 --> 00:18:22,376 Besingakayihloli. 262 00:18:22,876 --> 00:18:25,376 Kumele ukuthi izinhlelo zethu bezingalungile. 263 00:18:25,459 --> 00:18:28,334 Kwenzekeni ngesigqoko kube yingozi? 264 00:18:29,043 --> 00:18:30,334 Yebo, ngiyazi. 265 00:18:30,418 --> 00:18:32,751 Kodwa bekufanele ngibize isipele, 266 00:18:32,834 --> 00:18:34,918 njengoba amaqabane ami asikisela. 267 00:18:35,001 --> 00:18:37,543 Bese sikutholile ku-IAZ ngokuphepha. 268 00:18:38,168 --> 00:18:41,418 Mhlawumbe ke Towela wayengeke alahlekelwe yinkumbulo yakhe, 269 00:18:41,501 --> 00:18:44,459 futhi uChi ubengeke alahlekelwe ukubona. 270 00:18:44,543 --> 00:18:47,418 Amaqabane akho ampofu! 271 00:18:47,959 --> 00:18:49,709 Siyaxolisa kakhulu. 272 00:18:50,376 --> 00:18:51,668 Unjani, gogo? 273 00:18:53,293 --> 00:18:55,959 Into enzima kakhulu okwakumele ngiyenze watshelwa indodana kaTowela 274 00:18:56,043 --> 00:18:58,084 Kwenzakalani kumama wakhe? 275 00:18:58,168 --> 00:19:00,668 Ngisawakhumbula amehlo kaLimbani. 276 00:19:00,751 --> 00:19:03,459 Ngangingafuni lutho kunokuthi amsize noTowela. 277 00:19:04,001 --> 00:19:06,668 Kodwa i-IAZ yesaba ukuthi uChusi usaphila 278 00:19:06,751 --> 00:19:09,834 bese wuvala umsebenzi wethu wonke ngokushesha. 279 00:19:10,376 --> 00:19:12,084 Bavalela uMgodzi Webhubesi, 280 00:19:12,168 --> 00:19:14,543 futhi wasithumela mina noChi ekucasheni. 281 00:19:15,376 --> 00:19:18,751 Angizange ngithole nokuvalelisa kumngane wami omkhulu. 282 00:19:19,334 --> 00:19:20,876 Bakumboza konke. 283 00:19:21,584 --> 00:19:26,959 Kuze kube namuhla, angikakwazi kwenzekani ngoTowela noma uLimbani. 284 00:19:28,043 --> 00:19:31,668 O, Mama K, akulungile neze! 285 00:19:31,751 --> 00:19:34,959 Ube nempilo enzima kangaka. 286 00:19:35,043 --> 00:19:38,209 Akumangalisi ukuthi ubukeka mdala kakhulu kuneminyaka yakho. 287 00:19:44,418 --> 00:19:46,834 Kungani ungasitshelanga lokhu ngaphambilini? 288 00:19:47,543 --> 00:19:51,543 Hhayi-ke, amazinga obugebengu ehla eLusaka ngemuva kokuthi i-IAZ isivale, 289 00:19:52,334 --> 00:19:54,834 ngakho ngacabanga mhlawumbe uChusi akasekho, 290 00:19:54,918 --> 00:19:57,668 noma mhlawumbe waze wafa ekuqhumeni. 291 00:19:58,168 --> 00:20:02,709 Bengingahleli ukukutshela lutho ngaphandle uma ngiqinisekile ukuthi usebuyile eLusaka 292 00:20:03,251 --> 00:20:07,084 ngaphandle kwalokho, umlando wami noChusi impi yami. 293 00:20:07,168 --> 00:20:09,501 Kodwa akumele wenze lokhu uwedwa. 294 00:20:09,584 --> 00:20:11,293 Sohlezi sikhona uma usidinga. 295 00:20:11,376 --> 00:20:12,459 Futhi phambi kwakho. 296 00:20:12,543 --> 00:20:14,626 Futhi izinhlangothi zakho! 297 00:20:15,209 --> 00:20:18,168 Cha! Uma kunguye uChusi ehola lezi zikhohlakali, 298 00:20:18,251 --> 00:20:19,876 kuyingozi kakhulu nje. 299 00:20:20,459 --> 00:20:23,168 Ngangazi ukuthi kwakuyingozi ukwakha ithimba lokulwa nobugebengu, 300 00:20:23,251 --> 00:20:26,834 kodwa Chusi enye into ngokuphelele. 301 00:20:26,918 --> 00:20:30,584 Angikwazanga ukubekezela ukulahlekelwa omunye wenu kuleso silo. 302 00:20:30,668 --> 00:20:32,084 Angikwazanga nje. 303 00:20:32,668 --> 00:20:33,668 Ngeke futhi. 304 00:20:33,751 --> 00:20:37,668 Mama K, uyiphethe wedwa lento isikhathi eside ngokwanele. 305 00:20:37,751 --> 00:20:39,293 Futhi uma ekwazi ukuthi ungubani, 306 00:20:39,376 --> 00:20:41,709 usidinga manje kunangaphambili. 307 00:20:41,793 --> 00:20:43,793 Sizokulwela. 308 00:20:43,876 --> 00:20:47,001 Phela siyiqembu. Ithimba lakho. 309 00:20:47,626 --> 00:20:49,709 Izimpi zakho ziyizimpi zethu. 310 00:20:49,793 --> 00:20:51,126 Asesabi. 311 00:20:51,209 --> 00:20:54,001 Uma uChusi ethola umthamo we-Hangry Temwe, 312 00:20:54,084 --> 00:20:57,168 uzonyamalala njengentuthu yentuthu, kube kuhle. 313 00:20:57,251 --> 00:21:02,334 Olo uthule uyafa, nami ngokunjalo. 314 00:21:02,918 --> 00:21:05,459 Ayi, Temwe. Akudingekile ukuba ubesobala kanje. 315 00:21:06,126 --> 00:21:07,543 Singakwenza lokhu. 316 00:21:07,626 --> 00:21:09,876 Siyi Team 4 ka Mama K! 317 00:21:09,959 --> 00:21:11,501 Ka Mama K… 318 00:21:11,584 --> 00:21:12,668 Team 4! 319 00:21:12,751 --> 00:21:14,626 Ati lika Mama K-- 320 00:21:14,709 --> 00:21:16,001 Team 4! 321 00:21:16,084 --> 00:21:17,043 Lika Mama K… 322 00:21:17,126 --> 00:21:19,126 Team 4! 323 00:21:19,209 --> 00:21:21,001 Team 4! 324 00:21:21,084 --> 00:21:23,001 -Team 4! -Kulungile. 325 00:21:24,418 --> 00:21:26,751 Soyenza simunye lento. 326 00:21:37,668 --> 00:21:39,626 Ungakhathazeki. Sizoyikhona lento! 327 00:21:40,668 --> 00:21:45,501 Ngakho, kukhona u-puppet master edonsa izintambo? 328 00:21:45,584 --> 00:21:46,959 Hhayi-ke, 329 00:21:47,751 --> 00:21:51,126 Ngicabanga ukuthi sekuyisikhathi sokuthi sibashuqise, 330 00:23:08,751 --> 00:23:11,668 Umbhalo ongezansi oka: Siphesihle Nkosi