1 00:00:11,918 --> 00:00:14,126 Kulungile 2 00:00:14,209 --> 00:00:15,584 Mama K! 3 00:00:15,668 --> 00:00:19,126 Yebo, nawe usuyazi Kunye, kubili, kuthathu, kune, asambe 4 00:00:19,209 --> 00:00:24,209 Siqhamuka eLSK ungabheja, asidlali Odadewethu, abangani bami siyabangena 5 00:00:24,293 --> 00:00:28,626 Futhi uyazi sinamandla Noma yini esiyiphuphayo ingeyethu 6 00:00:28,709 --> 00:00:32,918 Yini ezayo, yini ehambayo, ekse Asihlali neze endleleni yethu 7 00:00:33,001 --> 00:00:37,626 Asizile ukuzodlala, asidlali Uzolazi igama lethu 8 00:01:08,834 --> 00:01:11,376 Ungishiya ngiphelelwe umoya 9 00:01:14,293 --> 00:01:18,793 Umuhle engathi ama-tulips Uma lezondebe zakho zombili zimamatheka 10 00:01:18,876 --> 00:01:21,209 -Alley Gator! -Yebo… Bwana! 11 00:01:21,293 --> 00:01:22,418 Sawubona, mnumzane. 12 00:01:23,418 --> 00:01:25,209 Aphi ama-Zambinite ami? 13 00:01:25,709 --> 00:01:28,084 Kahle, oga, ngiyaxolisa, mphathi. 14 00:01:28,168 --> 00:01:32,334 Into ukuthi, Bengimatasa nentokazi yami enamaqabunga. 15 00:01:32,418 --> 00:01:35,376 Okumele ubematasa ngakho yimi kuphela. 16 00:01:35,459 --> 00:01:37,459 Ngangawathola ama-Zambinite ngokushesha, 17 00:01:37,543 --> 00:01:39,834 ngizothatha ikhanda lakho elibi elihlaza. 18 00:01:40,584 --> 00:01:42,709 Yebo, mnumzane. Ngizoqala ngimbe. 19 00:01:44,668 --> 00:01:47,793 Lotus petal yami enhle. Ulana! 20 00:01:47,876 --> 00:01:49,876 Isilwane sami esihuquzelayo esikhazimulayo. 21 00:01:49,959 --> 00:01:51,876 Uzele ukuzongibona? 22 00:01:52,918 --> 00:01:56,126 Cha, uSolwazi Greenthumbs ulana uzosebenzisa ubuhlakani bakhe engisize. 23 00:01:56,209 --> 00:01:57,334 Qala umbe. 24 00:01:57,418 --> 00:01:58,584 Kamuva, Alley Gator. 25 00:01:58,668 --> 00:02:00,001 Yebo, mnumzane! Usale kahle, 26 00:02:00,084 --> 00:02:02,751 nkulunkulukazi wami ohlaza satshani. 27 00:02:02,834 --> 00:02:05,584 Uhambe kahle, Gator wami omuhle. 28 00:02:05,668 --> 00:02:08,168 Dali wami daffodil… 29 00:02:10,959 --> 00:02:11,834 Usuqedile manje? 30 00:02:11,918 --> 00:02:12,793 Yebo, mnumzane. 31 00:02:14,251 --> 00:02:15,876 Lamaqhawe amakhulu, 32 00:02:16,418 --> 00:02:20,793 alokhu esendleleni yami yezinhlelo zokumosha amandla kagesi wase Lusaka. 33 00:02:20,876 --> 00:02:23,918 Kodwa mhla u-Alley Gator wami wathola ama-Zambinite, 34 00:02:24,001 --> 00:02:27,084 ekugcineni ungaqala ngamaqhinga akho aphezulu. 35 00:02:28,084 --> 00:02:29,543 Izigebengu emuva kwezigebengu ziyehluleka, 36 00:02:29,626 --> 00:02:31,043 ukumisa lamantombazane. 37 00:02:31,126 --> 00:02:33,376 futhi kumele ngithole ukuthi ubani osemuva kwabo. 38 00:02:33,876 --> 00:02:37,001 Uma ngingathola ama-intel athuthukiswe kakhulu kumasudi abo. 39 00:02:37,709 --> 00:02:39,459 Umangabe igiya labo olidingayo, 40 00:02:39,543 --> 00:02:41,376 igiya labo ozolithola. 41 00:02:41,459 --> 00:02:44,834 Phezu kwakho konke, lezizithupha zihlaza satshani futhi ziyanamathela. 42 00:02:44,918 --> 00:02:47,543 Yebo! 43 00:02:47,626 --> 00:02:50,751 Isikhathi sokubeka umuntu wesifazane onamandla kulomsebenzi. 44 00:02:57,168 --> 00:03:03,751 I-Viscosity ichazwa njengokumelana kwamanzi kuya ekugelezeni kwakho. 45 00:03:04,418 --> 00:03:05,876 Ikhona imibuzo? 46 00:03:06,918 --> 00:03:08,959 Yebo, Temwe. 47 00:03:09,043 --> 00:03:10,418 Sisakhuluma ngamanzi, 48 00:03:10,501 --> 00:03:12,418 ngisacela ukusebenzisa indlu engasese ? 49 00:03:12,501 --> 00:03:13,959 Cha, Temwe. 50 00:03:15,043 --> 00:03:16,626 Ngiyacela! 51 00:03:16,709 --> 00:03:22,126 Konke engikiphuzile ngaphambi kokungena kwesikole sekuzophuma kugelezele phansi. 52 00:03:38,334 --> 00:03:41,918 -Yini ndaba ungekho ekilasini? -Ngibuya endlini yangasese. 53 00:03:43,293 --> 00:03:45,084 Oh, khuluma ngilalele. 54 00:03:46,376 --> 00:03:48,543 -Ehhofisi lami, manje. -Ehhofisi lami, manje. 55 00:03:50,793 --> 00:03:55,126 Chiti, ukuba ubunaka ekilasini le-chemistry njengoba wenza nasekudleni, 56 00:03:55,209 --> 00:03:57,543 ngabe uyitholile ifomula yokuphila okunaphakade. 57 00:03:58,043 --> 00:03:59,918 Ukube ukudla kuvumelekile ekilasini, 58 00:04:00,543 --> 00:04:02,293 Mnu. Nkwashi, bengizonaka, mnumzane. 59 00:04:02,376 --> 00:04:03,709 Awuthi ngiyibeke ngalendlela. 60 00:04:04,209 --> 00:04:07,418 Wafeyila ukuhlolwa kwe-chemistry ngeke kubekhona okweshashalazi, 61 00:04:07,501 --> 00:04:11,668 ngeke wenze ama-gymnastics futhi ngeke uvolontiye kwaMama K! 62 00:04:11,751 --> 00:04:13,334 Kodwa Mnz. Nkwashi! 63 00:04:13,418 --> 00:04:16,459 Izifundo zakho zibaluleke ukudlula konke, Nksz. Chiti! 64 00:04:17,001 --> 00:04:20,168 Ngisho nawo lamandla akho amancane okusebenza noMama K. 65 00:04:20,876 --> 00:04:22,418 Ngizokwenza kancono, Mnz. Nkwashi. 66 00:04:22,501 --> 00:04:23,751 Ngiyathembisa! 67 00:04:24,834 --> 00:04:26,251 Sengingahamba manje, mnumzane? 68 00:04:33,709 --> 00:04:36,709 Ngisho nawo lamandla akho amancane okusebenzela uMama K. 69 00:04:40,001 --> 00:04:43,543 Ngiyazi. Ima! Ngwas zami! 70 00:04:44,084 --> 00:04:45,709 Mnz. Nkwashi? 71 00:04:46,418 --> 00:04:47,251 Baya kwi? 72 00:04:48,418 --> 00:04:52,418 Uvele wanyamalala, njenge… ntuthu. 73 00:04:53,626 --> 00:04:55,418 Futhi namagwazas ami! 74 00:05:01,126 --> 00:05:04,001 Imwe, iyiphi enye indlela engingasho ngayo? 75 00:05:04,084 --> 00:05:07,376 Nkwashi uChusi. Chusi uNkwashi. 76 00:05:07,459 --> 00:05:09,459 Nkwashi Chusi is! 77 00:05:09,543 --> 00:05:11,959 Temwe, khohlwa ngo Mnu. Nkwashi. 78 00:05:12,043 --> 00:05:14,793 Njengamanje, kumele unake ikilasi le-chemistry ngokuzimisela. 79 00:05:14,876 --> 00:05:18,793 Substances, compounds… For what? 80 00:05:18,876 --> 00:05:22,001 Ngeke ngizisebenzise lezizinto okwangempela. 81 00:05:22,084 --> 00:05:24,668 Kahle, okwangempela kumele uthola amamaki aphezulu. 82 00:05:25,334 --> 00:05:26,709 Sanibona mantombazane. 83 00:05:26,793 --> 00:05:28,959 -Sawubona, Mama K. -Mama K. 84 00:05:29,043 --> 00:05:32,251 Okwangempela, udinga ukudla. 85 00:05:32,334 --> 00:05:33,751 Ngizowadla amamaki amahle? 86 00:05:33,834 --> 00:05:37,251 Mhlampe ngeke, kodwa uMnu. Nkwashi uzokumisa ukuvolontiya, 87 00:05:37,334 --> 00:05:40,209 ebese pelengende uTeam 4 uzophuka. 88 00:05:40,293 --> 00:05:42,668 Iphuzu lami lelo. 89 00:05:42,751 --> 00:05:45,459 Ngimazi enjalo uNkwashi uChusi. 90 00:05:45,543 --> 00:05:48,501 Ubungabona indlela aqhamuke ngayo kwi-Locker yami, 91 00:05:48,584 --> 00:05:50,459 ebese wanyamalalela ehhofisi lakhe, 92 00:05:50,959 --> 00:05:52,418 njengentuthu. 93 00:05:52,501 --> 00:05:54,459 Singakhuluma ngalokho kamuva. 94 00:05:55,959 --> 00:05:58,168 Kumele ufundele ukuhlolwa kwe-chemistry. 95 00:06:01,459 --> 00:06:03,834 Mvela, isinambuzane siyakwazi ukuhamba phezukwamanzi 96 00:06:03,918 --> 00:06:05,834 ingoba u-A, ukungezwani kwendawo. 97 00:06:05,918 --> 00:06:08,501 B, umsebenzi we-capillary okanye C, i-vescocity? 98 00:06:11,751 --> 00:06:14,251 Amagama angaka! 99 00:06:14,334 --> 00:06:16,376 A, surface tension. 100 00:06:16,459 --> 00:06:18,459 Mama K, kunenkinga epaki. 101 00:06:19,251 --> 00:06:20,501 Isinwe uT.O.M.I. 102 00:06:20,584 --> 00:06:23,709 Ngizobhalisa ngezinga eliphezulu emdlandleni wokuphazamisa. 103 00:06:25,334 --> 00:06:26,584 Ngisacubungula i-data. 104 00:06:26,668 --> 00:06:27,793 Gqokani mantombazane. 105 00:06:27,876 --> 00:06:31,043 -Mama K's… -Team 4! 106 00:06:49,876 --> 00:06:53,584 Yebo, usuyazi uTeam 4 kaMama K, asambeni! 107 00:06:54,793 --> 00:06:58,084 Izihlahla ziyaphila! 108 00:06:58,168 --> 00:07:00,418 Bafuna ukuziphindiselela! 109 00:07:04,501 --> 00:07:07,418 Singene ezweni elinye yini? 110 00:07:08,043 --> 00:07:11,543 Kube sibuze lokho ngenkathi sibona ingwenya ekhulumayo. 111 00:07:11,626 --> 00:07:13,543 Mantombazane, susani abantu. 112 00:07:22,751 --> 00:07:24,251 Othi sinise endaweni ephephile! 113 00:07:29,334 --> 00:07:31,168 Sukani, okanye zizonidla! 114 00:07:39,543 --> 00:07:41,751 I-emulsion i-colloidial solution yani? 115 00:07:41,834 --> 00:07:43,793 Uqinisile? Manje? 116 00:07:49,834 --> 00:07:53,584 Uma ugada amabhodwe akho ukudla kwakho ngeke kushe. 117 00:07:55,209 --> 00:07:57,543 Awe! T.O.M.I., veza ukuthi amantombazane akuphi. 118 00:07:57,626 --> 00:07:58,668 Yebo, Mama K. 119 00:07:59,668 --> 00:08:02,709 Mantombazane, i-drone uphansi. Futhi! 120 00:08:02,793 --> 00:08:06,084 Angisaboni. Niphephe. 121 00:08:08,959 --> 00:08:12,043 Yeka ukwenza ngikulimaze! 122 00:08:12,126 --> 00:08:14,168 Ngivumelana nemvelo! 123 00:08:36,376 --> 00:08:39,834 Isitshalo esimunca amanzi ezimpandeni zayo sibizwa ngokuthi i… 124 00:08:40,834 --> 00:08:42,501 Ukugwala kwezimpande? 125 00:08:42,584 --> 00:08:45,501 Cha! Ama-molecule anmathelana ndawonye kubizwa ngokuthi… 126 00:08:45,584 --> 00:08:47,293 Isikhathi sokuhlanganiswa kwekhwalithi? 127 00:08:47,376 --> 00:08:49,876 Cha? Cha! Anizimisele! 128 00:08:50,959 --> 00:08:53,376 Uhlana nani umoya mangabe kwenzeka i- photorespiration? 129 00:08:54,501 --> 00:08:56,084 Photo-who'da-whati? 130 00:09:05,709 --> 00:09:08,001 Ribulose bisphosphate. 131 00:09:08,584 --> 00:09:09,918 Ati whati? 132 00:09:10,001 --> 00:09:12,459 Yini manje, mantombazane? Kwenzenjani? 133 00:09:13,043 --> 00:09:15,501 Ngivumelni ngizazise. 134 00:09:15,584 --> 00:09:18,751 Ngingu Solwazi Greenthumbs. 135 00:09:18,834 --> 00:09:20,459 Umhlebi wezitshalo. 136 00:09:20,543 --> 00:09:23,751 Nginika izitshalo impilo, ebese ngithatha eyenu! 137 00:09:23,834 --> 00:09:25,126 Ah. Ima. 138 00:09:25,209 --> 00:09:28,793 Wena awuyona intombi kaleya ngwenya? 139 00:09:28,876 --> 00:09:32,209 Ungalinge ukhulume kabi ngesoka lami! 140 00:09:32,293 --> 00:09:33,793 Bathole! 141 00:09:37,043 --> 00:09:42,043 Manje, ubani kuni mantombazane ozonikela kumsebenzi wami wesayensi? 142 00:09:42,126 --> 00:09:44,043 Ngiyeza kuwe, we-Greeny! 143 00:10:02,668 --> 00:10:03,501 Thatha lawo lelo-glove! Manje! 144 00:10:07,376 --> 00:10:08,293 Ngiyalithola 145 00:10:16,209 --> 00:10:18,001 Mantombazane! Kwenzakalani? 146 00:10:18,584 --> 00:10:20,876 -Uyabaleka. -Melani emuva! 147 00:10:37,584 --> 00:10:40,168 M-Kozo hamba uyosisa. 148 00:10:41,168 --> 00:10:43,501 Kodwa uSolwazi Greenthumbs abalekile. 149 00:10:43,584 --> 00:10:46,293 Kodwa wonke umuntu uphephile. Hau. 150 00:10:46,876 --> 00:10:50,001 Umsebenzi omuhle, mantombazane. 151 00:10:50,084 --> 00:10:51,584 nekhanda ngemuva kwe HQ. 152 00:10:51,668 --> 00:10:52,751 Sisendleleni. 153 00:10:53,584 --> 00:10:55,251 T-Mlilo, liphi i-glove lakho? 154 00:10:55,959 --> 00:10:59,668 Kumele libekhona la eduze. Ngizolithola. 155 00:11:04,501 --> 00:11:07,251 I-drone elilodwa phansi. 156 00:11:07,334 --> 00:11:08,543 I-glove elilodwa lidukile. 157 00:11:08,626 --> 00:11:12,293 Ngiyaxolisa, ngibheke yonke indawo. 158 00:11:12,376 --> 00:11:15,459 Ba guy, ngikhumbuze ungaba kanjani budedengu. 159 00:11:15,543 --> 00:11:16,626 Budedengu? 160 00:11:17,376 --> 00:11:22,084 Bengilwa nesitshalo sentokazi kanye nezihlahla eziphilayo ngifunda ichemistry. 161 00:11:22,168 --> 00:11:25,501 Uzolidinga i-glove lakho, Temwe, noma ngeke ube umsebenzi walutho empini. 162 00:11:25,584 --> 00:11:27,418 Umsebenzi walutho? Nebo? 163 00:11:28,876 --> 00:11:32,418 Ayikho angamsebenzi walutho njengezinti nam-noddles ongakwazi ukuwadla. 164 00:11:32,501 --> 00:11:33,834 Uyazi kungehlisa umoya! 165 00:11:34,501 --> 00:11:37,334 -Buka konke lokhu kuthula. -Mantombazane! 166 00:11:37,418 --> 00:11:39,751 Ukungabi nodaka nepestle 167 00:11:39,834 --> 00:11:42,543 akusho ukuthi ati oyedwa akakwazi ukuqopha. 168 00:11:42,626 --> 00:11:43,626 Mwa mvela. 169 00:11:43,709 --> 00:11:46,918 Manje ufuna siqophe amantongomane? 170 00:11:47,001 --> 00:11:50,084 Ngikhetha nina ngenxa yama makhono enu emvelo, yanu. 171 00:11:50,168 --> 00:11:53,376 Uwakwazi ukuphephela egiyini lakho ukuthi likusindise. 172 00:11:53,876 --> 00:11:55,459 Sebenzisa onakho. 173 00:11:56,209 --> 00:11:57,793 Thola ubuciko. 174 00:11:58,834 --> 00:12:02,543 Manje, nizongixolela, kune-drone okumele ngiyilungise. 175 00:12:04,959 --> 00:12:07,626 Sissy, ungangenzela i-glove elisha, angithi? 176 00:12:08,876 --> 00:12:12,584 -Sizobona ukuthi sinazo yini iznxenye. -Futhi uzofundela ukuyohlolwa, huh? 177 00:12:13,418 --> 00:12:16,709 Awe ngempela, izimpendulo zakho bezibheda. 178 00:12:17,584 --> 00:12:18,751 Kulungile. 179 00:12:19,418 --> 00:12:20,501 Ngizofunda. 180 00:12:24,459 --> 00:12:31,126 Wonke umuntu, ngininika i-Evil Eagle Chusi Board of Truth. 181 00:12:31,209 --> 00:12:35,584 Hau, konke lokhu? Mhlampe ungafuna ukuhamba negama elifishane. 182 00:12:35,668 --> 00:12:37,709 Kwenzekeni ngokufunda? 183 00:12:38,293 --> 00:12:39,876 Bengifunda. 184 00:12:39,959 --> 00:12:44,876 Ngifunde konke okumele ngikwazi mayelana noNkwashi kanye noChusi. 185 00:12:44,959 --> 00:12:48,668 Kanti ngalokhu kwe-Evil Eagle Chusi Board of Truth, 186 00:12:48,751 --> 00:12:51,126 uzobona lokhu engikubonayo. 187 00:12:52,084 --> 00:12:54,418 Akekho uNkwashi. 188 00:12:55,001 --> 00:12:56,543 Akekho uChusi. 189 00:12:57,209 --> 00:12:58,918 Kukhona mina kuphela. 190 00:12:59,751 --> 00:13:02,251 Nkwachusi! 191 00:13:03,376 --> 00:13:04,418 Temwe… 192 00:13:05,084 --> 00:13:06,543 Bonisa u-A. 193 00:13:06,626 --> 00:13:09,376 Komana. Wawufuna ukuyeka ikilasi lobuciko. 194 00:13:09,459 --> 00:13:11,043 Wakuvumela? Cha! 195 00:13:11,709 --> 00:13:13,959 Bonisa u-B. Monde. 196 00:13:14,709 --> 00:13:18,126 Wakwenza noma azange akwenze ba iMarjorie ikuphathe kanzima 197 00:13:18,209 --> 00:13:20,584 nokuba ngiphathe kabi i-vitumbuwa? 198 00:13:20,668 --> 00:13:22,584 Yebo, wakwenza. 199 00:13:22,668 --> 00:13:24,834 Bonisa u-C. Zee. 200 00:13:25,334 --> 00:13:28,376 Konke obukwenza ukukhahlela ibhola indlela yehholo, 201 00:13:28,459 --> 00:13:31,751 ebese wenza engathi umoshe imbuzi yomndeni! 202 00:13:33,418 --> 00:13:34,709 Bonisa u-D. 203 00:13:34,793 --> 00:13:35,668 Chomps. 204 00:13:36,543 --> 00:13:40,543 Angazi ukuthi yini azoyenza kuwe, mune, kodwa kukhona azokwenza. 205 00:13:40,626 --> 00:13:41,876 Bonisa u-E. 206 00:13:41,959 --> 00:13:46,043 Wangimisela ukushaya umgqomo kadoti! 207 00:13:46,126 --> 00:13:49,834 Okokugcina, Bonisa u-F. 208 00:13:50,376 --> 00:13:54,293 Icala elinzima kakhulu! 209 00:13:54,376 --> 00:13:56,709 Ituma gwazas yami! 210 00:13:56,793 --> 00:14:03,126 Uthathe wonke amaqhezu egwazas yami emnandi. 211 00:14:03,876 --> 00:14:06,043 Phuma kuyo, muntu wanga. 212 00:14:06,126 --> 00:14:10,126 Ngiyaxolisa,Temwe, kodwa lokhu akubonisi ukuthi umbono wakho kaNkwachusi ulungile. 213 00:14:10,209 --> 00:14:13,751 Kukhombisa nje ukuthi uyingane ehlubukayo. 214 00:14:13,834 --> 00:14:16,251 Wuye, imwe! 215 00:14:16,334 --> 00:14:18,418 Unyamalele ehhofisi lakhe. 216 00:14:18,501 --> 00:14:22,834 Ayikho enye indlela yokuphuma nokungena ngaphandle komnyango futhi bengilapha. 217 00:14:23,709 --> 00:14:25,418 Okusho ukuthi ungidlulile! 218 00:14:26,959 --> 00:14:32,001 Kulungile, Mangikunika iphakethe legwazas uzoyidlulisa lento ufunde? 219 00:14:33,251 --> 00:14:34,459 Amaphakethe amabili. 220 00:14:41,793 --> 00:14:45,459 Kulungile! Ngizofunda. 221 00:14:50,293 --> 00:14:52,501 Udinga usizo nge-glove elisha, Komana? 222 00:14:58,209 --> 00:15:00,751 Manje usunalo i-glove. 223 00:15:01,418 --> 00:15:03,626 Sengingafunda ukuthi amasudi abo akhiwe ngani. 224 00:15:03,709 --> 00:15:05,501 Thola ukuthi ubani owenza igiya labo. 225 00:15:05,584 --> 00:15:09,001 Ebese unquma ikhanda lalenyoka enguTeam 4! 226 00:15:09,084 --> 00:15:10,334 Kumele sithole ukuthi aphi lamantombazane, 227 00:15:10,418 --> 00:15:11,584 kodwa kuphi? 228 00:15:11,668 --> 00:15:16,584 Ngiyazi ukuthi omunye wabo udinga usizo nokufunda ichemistry. 229 00:15:24,209 --> 00:15:26,209 Kuhle ukukubona ufunda, Chiti. 230 00:15:26,293 --> 00:15:27,918 Oh yebo, Mnz. Nkwashi. 231 00:15:28,001 --> 00:15:30,543 Ufunde emuva kokufunda emuva kokufunda. 232 00:15:32,084 --> 00:15:36,709 Nkwachusi, isela lamagwazas. 233 00:15:38,793 --> 00:15:42,959 Hiya bo! Kanjani le eyodwa ka intombazane iyinkinga kakhulu kulaba abathathu? 234 00:15:43,501 --> 00:15:44,751 Kungancono siye esitolo. 235 00:15:44,834 --> 00:15:47,001 UTemwe uzodinga ukudla okuningi kwenqondo. 236 00:16:10,251 --> 00:16:13,084 Ngikutholile manje, Nkwachusi. 237 00:16:17,584 --> 00:16:21,626 -Mpintshi, wenzani? -Okufakazela ukuthi ngiqinisile! 238 00:16:21,709 --> 00:16:22,959 Uyangena noma uyaphuma? 239 00:16:27,126 --> 00:16:29,084 Mnu. Nkwashi? 240 00:16:29,168 --> 00:16:31,376 Ulana, Mnz. Nkwashi? 241 00:16:33,001 --> 00:16:34,043 Akekho lana. 242 00:16:34,126 --> 00:16:37,918 Kodwa…kanjani? Ngimubonile engena. 243 00:16:38,001 --> 00:16:41,793 Ngikutshelile. Intuthu! 244 00:16:45,501 --> 00:16:49,501 Kubukeka engathi intuthu uphuma kumbono wakho kaNkwachusi ukhuphuka ngamalagabi. 245 00:16:49,584 --> 00:16:51,376 Kodwa lokhu akubonisi lutho. 246 00:16:51,459 --> 00:16:53,334 Kungenzeka ukuthi inenzawo ecashile ethoyilethi. 247 00:16:53,418 --> 00:16:55,668 Asambeni singaze sibanjwe. 248 00:16:57,584 --> 00:16:59,834 Buka! Mona! 249 00:16:59,918 --> 00:17:01,543 Umsenge. 250 00:17:02,501 --> 00:17:03,626 Sihambile! 251 00:17:03,709 --> 00:17:05,793 Ucabanga lokhu engikucabangayo? 252 00:17:05,876 --> 00:17:07,709 -Nkwachusi. -USolwazi Greenthumbs. 253 00:17:08,793 --> 00:17:13,209 Kulugile, yebo, uqinisile. USolwazi Greenthumbs. 254 00:17:13,793 --> 00:17:15,626 Woza, asitshele amanye amantombazane. 255 00:17:18,626 --> 00:17:20,043 Umsenge wethu! 256 00:17:20,126 --> 00:17:21,709 Ma Greenthumbs uyahlasela futhi. 257 00:17:22,209 --> 00:17:23,918 Kodwa kungani eza esikoleni? 258 00:17:24,001 --> 00:17:27,668 Ukuzofunda izinto angeke azisebenzise kwangempela. 259 00:17:29,001 --> 00:17:32,584 Ngilokhu ngikutshela. UNkwashi uChusi, 260 00:17:33,084 --> 00:17:35,834 futhi usebenzisana nawo wonke tuma amasela! 261 00:17:38,959 --> 00:17:40,376 Siyakulandela. 262 00:17:41,834 --> 00:17:45,126 Angeke ngiqophe ngaphandle kodaka kanye nepestle. 263 00:17:45,209 --> 00:17:47,126 Mama K Junior, siyacela, tolika. 264 00:17:47,209 --> 00:17:48,709 Team 4 isikhathi. 265 00:17:56,168 --> 00:17:58,459 Evil Eagle Chusi. 266 00:18:00,293 --> 00:18:01,959 Kungaba u… 267 00:18:04,418 --> 00:18:06,834 Nkwachusi? 268 00:18:06,918 --> 00:18:09,584 Mama K! Amasudi kaTeam 4 aseyasebanza 269 00:18:09,668 --> 00:18:12,459 Biorhythms veza, sebeya empini. 270 00:18:12,543 --> 00:18:17,668 droney - drone Ngenkathi ngidinga idroney yami! T.O.M.I., thola ukuthi bakuphi. 271 00:18:23,876 --> 00:18:26,626 Mr. Nkwashi! Muji byepi mwane? 272 00:18:26,709 --> 00:18:27,751 Bulongontu mwane. 273 00:18:27,834 --> 00:18:29,626 Kuhle ukukubona. 274 00:18:29,709 --> 00:18:32,334 Yini ekubeka lana? Akumele ngabe useskoleni? 275 00:18:32,918 --> 00:18:36,001 Empeleni, ngize mayelana nokwesikole. 276 00:18:39,126 --> 00:18:41,501 Wenzani ezimayini ezindala zaseLusaka? 277 00:18:41,584 --> 00:18:42,834 Sizothola. 278 00:18:44,876 --> 00:18:45,751 Mama K, 279 00:18:45,834 --> 00:18:48,876 mhlampe Nksz. Chiti ungenza kancono uma ungayeka ukuvolontiyela wena. 280 00:18:48,959 --> 00:18:51,168 Eyeke ukuvolontiya? 281 00:18:51,834 --> 00:18:52,834 Mnu. Nkwashi. 282 00:18:52,918 --> 00:18:56,168 Kungabe sikhona esinye iasoizathu esingamenza ayeke ukuza lana? 283 00:18:56,251 --> 00:18:57,626 Izingane kumele zibe esikoleni, 284 00:18:57,709 --> 00:18:58,668 akumele kubenjalo? 285 00:18:59,251 --> 00:19:01,376 UTemwe usesikoleni. Akekho? 286 00:19:01,959 --> 00:19:02,793 Akekho? 287 00:19:03,293 --> 00:19:06,376 Mnu. Nkwashi, uma ufuna ukushaya impempe, 288 00:19:06,459 --> 00:19:10,126 ungagoqi izindebe kuphela. Phephetha. 289 00:19:14,459 --> 00:19:17,084 Ungitholile. Wenze kahle. 290 00:19:17,793 --> 00:19:20,168 Awukaze ufunde iHansel ne-Gretel? 291 00:19:20,834 --> 00:19:23,376 Ukubo okucono ukunzwe kwaba okudliwayo! 292 00:19:23,459 --> 00:19:26,918 Ngiyezwa. Ulethe okudliwa empini wenzele lo omncane. 293 00:19:28,918 --> 00:19:33,876 Okwesikhashana, ngikulethele lokhu ukuthi udlale ngakho. 294 00:19:34,793 --> 00:19:36,543 I ka nsangu esandleni sakho! 295 00:19:36,626 --> 00:19:39,418 T-Mlilo, anginaso isiqiniseko ngabe uyahleka. 296 00:19:41,584 --> 00:19:43,043 Ngiyasho nje 297 00:19:43,126 --> 00:19:48,626 kungasiza uTemwe ekwazi ukunqamula imisebenzi yakhe yangaphandle, 298 00:19:48,709 --> 00:19:51,126 ukuze ezogxila esikoleni. Ubukeka engathi… 299 00:19:51,209 --> 00:19:55,501 Ukudidiyela kweGPS kuveza amantombaze angaphandle kwemayini yaseLusaka 300 00:19:55,584 --> 00:19:56,376 …aphazamisekile. 301 00:19:57,126 --> 00:19:58,251 Ingabe kunjalo? 302 00:19:58,334 --> 00:20:02,293 Kulungile, uTemwe ungikhumbuza kakhulu mina ngisengangaye. 303 00:20:02,376 --> 00:20:04,501 Unomdlandla. Unomoya. 304 00:20:04,584 --> 00:20:06,043 Kodwa uahluleka ukugxila. 305 00:20:06,626 --> 00:20:08,834 Namanje usahluleka ukugxila? 306 00:20:09,543 --> 00:20:13,001 Noma unezifiso ezithile emqondweni? 307 00:20:14,126 --> 00:20:16,334 Isifiso sami ukusiza uTemwe. 308 00:20:17,168 --> 00:20:21,543 Uma ufuna ukusiza uTemwe yekela uZee noKomana beqhubeke bemusize. 309 00:20:21,626 --> 00:20:24,084 Uhlezi ewusizo lana. 310 00:20:24,168 --> 00:20:26,668 Ngiyawadinga…amakhono akhe. 311 00:20:26,751 --> 00:20:28,084 Amakhono? 312 00:20:28,168 --> 00:20:33,459 Kumele wazi kancono leyanto encane iyakwazi ukuhaya isibhakela esikhulu.! 313 00:20:53,793 --> 00:20:55,418 -Kwenzakalani? -Ibhola lami! 314 00:20:56,084 --> 00:20:57,376 Induku yami! 315 00:20:57,959 --> 00:20:59,001 Uxolo! 316 00:21:00,793 --> 00:21:02,709 Awunawo amandla ngaphandle kwezikhali. 317 00:21:02,793 --> 00:21:06,126 -Yini manje? -Team 4, iyani kokuphephile, ngokushesha. 318 00:21:10,001 --> 00:21:11,126 Amasudi ayamosheka. 319 00:21:15,709 --> 00:21:16,793 Izinga lamandla liyehla. 320 00:21:17,293 --> 00:21:20,251 Wenzani kubo? Ngichaza, yena. 321 00:21:20,334 --> 00:21:21,876 What do you mean? 322 00:21:22,959 --> 00:21:28,209 Power suits shutting down in five, four, three, two, one. 323 00:21:28,293 --> 00:21:31,543 Lutho kodwa, amantombazanyana nje amancanyana amane. 324 00:21:33,918 --> 00:21:35,751 Kumele ngabe usale esikoleni! 325 00:21:36,459 --> 00:21:38,543 Kwenzekani kithi, Komana? 326 00:21:47,001 --> 00:21:49,709 Iqhinga lami liyahlangana. 327 00:21:50,209 --> 00:21:52,376 Nalaya mantombazane endleleni, 328 00:21:53,376 --> 00:21:55,668 ILusaka kuzoba eyami. 329 00:23:17,043 --> 00:23:19,959 Umbhalo ongezansi oka: Siphesihle Nkosi